isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngomuthi

Uma uphupha uphuza umuthi kuwuphawu lwenhlanhla enkulu. Uma uphupha ngamakhambi kusho ukuthi umuntu omaziyo ogulayo uzoba ngcono maduzane. Kungasho nokuthi uzophumelela ekusaseni lakho. Ukuphupha ngamaphilisi nakho kuhle futhi kusho ukuthi uzophepha uma uhamba izwe.

21 thoughts on “Amaphupho ngomuthi”

  1. Cela ubuza xa uphupha usitya umsobo uwuncothula emagqabini a green echumile kuchaza ukuthini

    Reply
  2. Cela ukubuza kuchazani ukuphupha uthenge imoto ebomvu entsha uyanayo kini bese buse gatin ungakangeni bone makhelwane ephethe umuty ephuma nawo endlini kwakhe engathi kuhlatshiwe kwakhe ukhona nomama kwakhe but bengijabulile zange ngimnake

    Reply
  3. Ngicela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha uhlanganisa imithi yesintu omunye unyawo vele kuthi lo omunye awuwazi

    Reply
  4. Kuchazani ukuphupha utshengiswa umuthi yingonyama yama zulu bese kuthiwe hambophalaza ufuthe?

    Reply

Leave a Reply