isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

149 thoughts on “Amaphupho ngemoto”

  1. sanibonani ingaba kusho ukuthini ukuphupha imoto yakho ilahlekile, leliphupho sendiliphuphe kaningi

    Reply
  2. Sanibonani, ngisa cela ukubuza ukuth kusho ukuthini ukuphupha nigibele iloli oyedwa meseyawaphansi iloli lihamba?

    Reply
  3. Ninjani sacela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ugibele neX baba wengane nihleli ngaphambili noyi2 uphethe ingane Ku driver u baba kodwa engakukhulumisi nithule nje

    Reply
  4. Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umuntu wakho ethi shayela imoto kodwa ngithi ngyasaba usufuna ngife athi uzofa langifa khona.ayike ngiyithathe ngiyisuse igijime ejabule ivele isiginqe ingene emanzini acebili siphume nje kalula still usazijabulele futhi asithukile kodwa ngiphume sengigqoke ingubo emhlophe ngikhulelwe angibambe isisu kodwa benginokumangala ukuthi kungani engijabulela kangaka.kukhona nomlungu ohamba ngeskebhe eceleni encumile isibuka sijabule emangazwa now nowukuthi siziphumele emanzini singena lutho ngabe sengiphapha sibambene nje

    Reply
  5. Unjn ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha intombi yami inemoto emhlophe kodw kubengathi mangikhulum nayo ivele ihambe nj

    Reply
  6. Sawubona kutsho utility ma uphupha usemotweni Kodiak ingashayelwa yimi pha ngaphambili kwemoto kulandawo ineglasa kubekwe umntwana was one 4yrs Iguassu isuke yophuke asuke lo ushayelayo athathe lo mntwana ambeke apha ngaphakathi phezukwe steering kuchazani

    Reply
  7. Kuchaza ukuthini ukuphupha ukuphupha usemotweni emhlophe nomuntu wakho nijabulile kodwa imoto ihamba ngo revesi?

    Reply
  8. Kusho ukuthini ukuphupha uhamba nobaba wakho noMah wakho nezingane zakho nobhuti nomunye engingamazi ngikhumbula izandla zakhe, engathi sekumele siyongena emotweni sihambe eshayelwa ubaba siye kuyona emhlophe ngifike ngigibelise izingane uMah nobaba bakuyona ngibese ngithi ngiyabuya ngisayolanda laba abanye ubhuti nalomunye usisi engingamazi bese ngibona engathi bahamba kancane ngaze basishiye laba abasemotweni ngigcine sengishesha ukuze ngizokwazi ukuba cela balinde kancane ngiyibheke imoto angisayitholi manje kwiParking ngiphaphame ngisabheka ….yazi nje ukube angibalandanga 🤣

    Reply
  9. ngicela ukubuza, kusho ukuthini ukuphupha abantu abakini abangasekho bekupha isipho semonto emhlophe enenqola kanye nokokugqoka, imoto ngiyithokozelile kodwa okokugqoka angikwamukelanga

    Reply
  10. Kusho ukuthini ukuphupha ubona imoto ihamba kugibele i-x yakho yiyo eshayelayo.asisakhulumisani saxabana kakhulu nayo.

    Reply
  11. Kusho Ukuthin ukuphupha uzizwa umunt osebenza naye ekugibelisa emotweni enkulu emhlophe evulekile esikhenkeni

    Reply
  12. Kusho ukuthini ukuphupha ngigibela i bus enabantu engibaziyo uma ifika estobhini bathi ngimele enye futhi uma ngibuya esontweni

    Reply
  13. Kusho ukuthin ukuphupha ushayela moto emhlophe encane ugijima bt ungaziphazamis ohlangana nazo

    Reply
  14. Ngisacela ukubuza ngabe kuchazan ukuphuha ugibele itekisi uma sewehla ukhohlwe umakhalekhukhwini

    Reply
  15. Asbingelele

    Ngcel ukbuz ukuth kusho ukthini ukphupha ubalekela ngemoto ubalekela abant abafuna ukunidubuka. Imoto kodwa ishayelwa intombi kuntambaka nje. Saze safika emzin wimama owumrhandaz ofake ingubo ezimhlophe

    Reply
  16. Kusho ukuthi ukuphupha ushintsha ithayi lemoto khona lapho kukhona noBaba wakho ongasekho emhlabeni

    Reply
  17. Ingabe kusho ukuthini ukuphupha uhamba ngemoto yesqumama, enhle ishayelwa umngani kababa wakho onemali…kukhona nobaba wakho phakathi?

    Reply

Leave a Reply