Uma uphupha ukuthi ugubha umkhosi futhi umuntu ukunikeza isipho kusho ukuthi maduzane uzothola iseluleko esihle kakhulu okufanele usilalele.
Uma uphupha ukuthi ugubha umkhosi futhi umuntu ukunikeza isipho kusho ukuthi maduzane uzothola iseluleko esihle kakhulu okufanele usilalele.
Ngibingelele Mhlaziyi
Ukuphupha uBaba wengane ekuthengela imonto entsha njengesipho, bese ekupha nokhiye ethi izwe ukuth Unjani, ngabe kushoni lokho?
kuchaza Kuthini Uma Uphupha ukwela ibus bese uphiwa imali eningi engusilivere ngu driver womntu ongu sisi……
Kusho ukuthini ukuphupha ugijinyiswa abantu, uzufike emzini wogogo ongamazi kodwa uzizwa uphephile umifika kulowogogo.
Ngicela ukubuza ukuphupha uthenga amaswidi nge R5 ye coin or uthenga ngemali yamaphepha e supermarket or uthola imali yamaphepha eskhwameni sakho kodwa enye isikiwe ubuso
Cofa lapha ukuthola impendulo Isho ukuthini imali emaphusheni akho?
Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha isalukazi okade usisiza ekugcineni sikunike glass yobisi
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngekhehla noma isalukazi
Kushoni ukuphupha uphiwa imoto entsha umuntu ongamazi .kepha ephusheni uvela njengomuntu engithandana naye
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemoto
NGiphuphe ngipha umuntu engingamazi, ekadengilwanaye ushephisi sawudla umkanye
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokudla
Ngicel ukubuza kuchazan ukuphupha ukhunyukelwe amazinyo
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemilomo
Ngfisa ukwazi kusho ukuthini ukuphupha ngithola izipho eziningi ngosuku olulodwa