Amaphupho ngemilomo

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ukuphupha ngomlomo kungasho izinto eziningi ezithinta impilo yakho kanye nabantu ophila nabo.

  • Umlomo onukayo– lokho kusho ukuthi abantu sebephonsa ithawula ngawe ngenxa yezinto ozenzayo.
  • Amazinyo – lokho kusho ukuthi uzomenywa endaweni ejabulisayo maduzane kodwa uma likhishwa izinyo kusho ukuthi uzolahlekelwa umngani.
  • Umlomo  ugxaza amathe – lokhu  kusho ukuthi uzolahlekelwa yimali maduzane.

34 thoughts on “Amaphupho ngemilomo”

  1. Kusho ukuthini ukuphupha uya ku vacation ugibele imoto ebomvu enabafana bodwa kuleyo vacation bekuyimi nomtanami amantombaza kodwa azange ibe yinhle leyo vacation indawo ebesi booked kuyo inincolile inuka saphuma sabaleka ngoba ibinama para

    Reply
  2. Kuchazukuthin ukuphupha ufake izinyo eli silver ,nelu half silver ngaphezulu ,kuthi ngezansi amabili ayaphuma aphinde abekhona futh

    Reply
  3. Sanibona
    Kuchaza ukuthini uma ulele ucindezelekile ubenephupho kungathi umuntu wakini uyakuthimisela ngamathe esithweni sakho sangasese kuphinde kubengathi uthimisela naphansi ekamereni lakho?

    Reply
    • Nami ngiphuphe ngiphunyelwe amazinyo onke. Into engiybuza yona ebekhishwa yini onke ?
      pho ngoba angikhumbuli ngishaywa or ngiphupha ngishaywa sizani bo ngabe lichazani leliphupho ?

      Reply
  4. ngphuphe abantu abangasekho,ubhuti wami yena wathi kini yena akashonanga,ngase ngbona nomama wami ongaseko,ingabe kusho ukuthini loko na?

    Reply
  5. Kusho ukuthi ukuphupha ugibele ihashi langena emlilweni wakwazi ukuphuma nekhanda lalo umzimba wehashi wena waphuma usindile

    Reply

Leave a Reply