Amaphupho ngenhlanzi

Uma uphupha ubona inhlanzi kusho ukuthi uzoba nempumelelo emsebenzini nasempilweni. Ukuphupha udoba inhlanzi wayibamba uyoba nenhlanhla. Uma iphunyuka uyolahlekelwa yizo zonke izinto ezisemqoka kuwe.

18 thoughts on “Amaphupho ngenhlanzi”

  1. Sanibona

    Ngicela ningichazela ngiphuphe ngikhulelwe kodwa uma ngisikwa ngizale inhlanzi instead of umuntu,noma ngihamba iyangilandela😭Aibo

    Reply
  2. Sanibona, muphupha ama-salamander amabili kanye ne-catfish kodwa engekho amanzi kushokuthini. Ngiyabonga

    Reply
  3. Sanibona cela ukubuza uma uphupha kuphekwe kahle kukhona yonke inhlobo yokudla etafuleni kodwa inyama ebovu igcwele amaqanda eziphukane uphake icurry wafish udle wona ube mnandi ufune ukuphinda

    Reply
  4. Ukuphupha ubonizinhlanzi ezifile zikuplastic kube khonothi zithenge kodugcinungazi thenganga

    Reply
    • Uma uphupha ubona inhlanzi kusho ukuthi uzoba nempumelelo emsebenzini nasempilweni. Ukuphupha udoba inhlanzi wayibamba uyoba nenhlanhla.

      Reply
  5. ngicela ukubuza uma uphupha udla ufish omhlophe kodwa ungazi phupheliwena kunomunye okutshelayo ukuthi ukuphuphe udla ufish

    Reply
  6. Kusho ukuthini ukuphupha umuntu wasolwandle esemanzini acwebile owesilisa nowesifazane nowengane beze bebe u7

    Reply

Leave a Reply