44 thoughts on “Amaphupho ngenyama yenkomo”

  1. Ukuphupha inyama eningi ebomvu kodw kube ngathi khon nephekiwe mawuthi uyayidla iconse igazi

    Reply
    • kusho ukuthini ukuphupha udla inyama yenkomo isegqokweni ungeweda nezinye izinsizwa kodwa la kumele kudle wena kungabi nentshontsho kuze kudingenge uziqobele beze uyadla kodwa ugxile kwe bomvu eyosiwe kube kukhona ne Vorrse khona la kodwa ugcine uziqobele ebomvu eyosiwe udle amaqatha ambalwa

      Reply
  2. Ngiiphuphe ngisendaweni ephezulu futhi kumnyama sidla inyama. Kukhona nomalume ongasekho ethi hambani manje lasikhona ngathi kuphesheya kwezilwandle endaweni ephezulu. Ngiyabonga ngisalidele impendulo.

    Reply
    • Isifo leso. Kunelunga lomndeni noma umuntu oseduze kakhulu naye onyonyobelwa ukuthi ahambe emhlabeni

      Reply
  3. Kuchaza ukuthini ukuphupha siphakelwa inyama yangaphakathi nomngani wami kepha yase iyasidukela?

    Reply
  4. Kusho ukuthini ukuphupha upheka inyama yenhloko nomlenze bese omunye womalume athi ayiphekwa kanjalo inyama

    Reply
  5. Kusho ukuthi ukuphupha inyana yangaphakathi. Bengathi itshaliwe ngoba ibingafani neyenkomo emlonyeni.

    Reply
  6. Ngcela ukubuza kusho ukuthi ukuphupha inyama yangaphakathi. Le nyama ngathi ibitshaliwe kodwa ibingafani njengeye nkomo emlonyeni.

    Reply
  7. Kusho ukuthin ukuphupha umgcwabo kaAnti wakho kukhona ngisho ingane zakhe emgcwaben nomden wakhe ukhala

    Reply
  8. Cela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha udla inyama yangaphakathi amanini Futhi nomuntu osewashona

    Reply

Leave a Reply