Asho ukuthini amaphupho amayelana nezilwane zasendle? Lokhu kuhlanganisa izilwane ezidla izintuthwane nomuhlwa, izimfene, amalulwane, izinyamazane, izinyosi, amakameli, izingwenya, izimbila, izindlovu, izimvubu, izimpisi, izingwe, amabhubesi, ochakide, izinkawu, onogwaja, amagundane, izimfudu kanye namadube.
[wp_show_posts id=”14931″]
Uķuphupha indlulamithi ihlatshiwe sihlinziwe kona kusho ukuthin
Sawubona, sicela ubheke lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngendlulamithi/
Ngiphuphe ngilunya yizinyosi ngibaleka zidcwele umzimba
Sawubona, nansi incazelo esinayo https://iafrika.org/amaphupho-ngenyosi/?highlight=izinyosi
Ngiphuphe impala inezimpondo ezinkulu ibaleka mesiyilandela kuqhamuke izinja eziningi ziyibulale zikhiphe konke okungaphakathi eseswini Sayo
Cofa lapha Amaphupho ngenja kanye nalapha Amaphupho ngezimpondo ukuthola impendulo yakho.
Ngiphuphe isilo sifuna ukungena endlini ngaphuthuma ngavala iminyango kodwa silokhu siphusha izicabha sifuna ukungena ngaphakathi endlini
Thola incazelo, isilo esithi asifane nebhubesi ngobungozi
https://iafrika.org/amaphupho-ngamabhubesi/
Kungenzeka ukuba kukhona afuna ukukwenzela kona okuhle, ihlole lendaba kumthandazi okumbe ukhuleke umbuze ‘ukuthi kwenzenjani, uzoyithola injongo yakhe
Uma uphupha umuntu wakini owashona eza emz8ni wakho ewasha epheka