Uma uphupha ubona izinyosi kusho ukuthi kukhona abaphokophelele ukukuthola. Uma zikutinyela kusho ukuthi uzolahlekelwa yizinto ezisemqoka kuwe.
Uma uphupha ubona izinyosi kusho ukuthi kukhona abaphokophelele ukukuthola. Uma zikutinyela kusho ukuthi uzolahlekelwa yizinto ezisemqoka kuwe.
Ukuphupha izimivi eziningi zifuna ukukuluma kodwa uziphunga zincine zingakulumanga kusho ukuthini lokho
Sawubona, sicela ubheke lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngomuvi/
inyosi ifike yahlala phezu kwetafula lami emsebenzini yase iyafa. ingabe kuchazani into meyenzekile akulona iphupho.
Kusho ukuthini ukuphupha uhujwa zinyosi Kodwa zigcine zingakutholanga
Kusho ukuthini ukuphupha ujahwa izinyosi
Kusho ukuthini ukungenelwa izinyosi eziningi emdlini
Kusho ukuthini ukubona izinyosi ziziningi zindiza endlini
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho asho isichitho noma isinyama
Uma uphupha izinyosi eziningi kodwa zingakhoni ukufika kimi ?
Ukuphupha izinyosi zifuna ukukutinyela kodwa ukwazi ukuzibulala.?
Uma zikutinyela kusho ukuthi uzolahlekelwa yizinto ezisemqoka kuwe.
Kungabe lokhu kuhlangene nabantu abangenza lokhu?
Kusho ukuthini uma umuntu ekuphupha ujahwa izinyosi, ngakusasa zikuhlasele ngokwamampela
Uma zikutinyela kusho ukuthi uzolahlekelwa yizinto ezisemqoka kuwe.
Kusho ukuthini ukuphupha izinyosi eziningi zikulandela kdwa azikwenzi luth ziloku zizulqzula nj eduze kwakho
isifo
Kuchazani ukuphupha uphethe amakhekhe ezinyosi econsa uju kodwa zikulandel izinyosi
Ukuphupha uluju lwenyosi nenyosi