isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

12 thoughts on “Amaphupho ngokuthenga ukudla”

  1. Hi mina ngiphuphe sivuna amagrabes agcwala indishi kuthe kusanjalo ngaphupha sengithwele indishi egcwele igrosa ngaphinda ngaphupha umbila nje osayikhaba kodwa umuhle uluhlaza kakhulu ngabe lichazani leliphupho

    Reply
  2. Ngiphupha ngise Hotel nomzala wami, engathi yena udle kuqala manje usefuna mina ngiphake okwesibili ukuze adle futhi, ngisukumile ngayophaka bekuyinyama yenkomo, neyesiklabhu angiyiphakanga eyengulube, ngibuye ngahlala phansi waqala wadla, esadla kwaqhamuka umlungu ophethe hotel eza kuthina kwamele ngikuthathe lokudla ngikudle mina khona ngeke sibanjwe ukuthi bengiphakela yena, umlungu ufike wazixoxela kahle nje nami okungangokuthi umzala uze wakuthatha futhi lokudla waqhubeka wakudla kodwa nami futhi bengikudla ngoba ngithukile ngaphaphama kwangathi kugcwele amathi umlomo bengidla. Ngabe lichaza ukuthini leliphupho.

    Reply

Leave a Reply