Uma uphupha ukuthi uyashanela kuwuphawu oluhle ngekusasa lakho. Okuhle kuyeza ngisho unezinkinga okwamanje. Uma uphupha nje ngomshanelo kusho ukuthi udinga ukuqaphela abantu abafuna ukukukhohlisa.
Uma uphupha ukuthi uyashanela kuwuphawu oluhle ngekusasa lakho. Okuhle kuyeza ngisho unezinkinga okwamanje. Uma uphupha nje ngomshanelo kusho ukuthi udinga ukuqaphela abantu abafuna ukukukhohlisa.
ukuphupha ikhehla lishanela endlini yakho ngabe kuchazani?
Kusho ukuthini ukuphupha umama owumakhelwane eshanela endleleni ohamba kuyona ngalesiskhathi
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngendlela
Ukuphuphu ubona izibi phansi kombede ekamelweni enihlezi kulo kodwa abantu ohlezi nabo bengaziboni?
Sawubona, nansi incazelo yamaphupho aphathelene nezibi noma udoti
https://iafrika.org/amaphupho-ngodoti/?highlight=izibi
Kusho ukuthini uma indoda ikuphuphe ushanela kubo bese kuqhamuka umuntu ongamazi akuxhawule??
Sanibonani Mina ngicela ukwazi kushoni ukuphupha ushanela endlinibkincolile ngendlela emangazayo
Uma uphupha ukuthi uyashanela kuwuphawu oluhle ngekusasa lakho.
UMA UPHUPHA USHANELELWA WUMUNTU ZONKE IZIBI ZIZE KUWE KUSHO UKUTHINI
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngodoti
Ukuphupha umuntu eshanela izibi ziya endlini egqoke izingubo ezimunyama
Ulwazi esinalo oluthinta izibi yilolu: https://iafrika.org/amaphupho-ngodoti/