Amaphupho ngenhlanzi
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Uma uphupha ubona inhlanzi kusho ukuthi uzoba nempumelelo emsebenzini nasempilweni. Athini amaphupho ngokudoba? Ukuphupha udoba inhlanzi wayibamba uyoba nenhlanhla. Uma iphunyuka uyolahlekelwa yizo zonke izinto ezisemqoka kuwe.