Uma uphupha ukuthi uyopha isikhathi eside futhi awazi ukuthi kungani kusho ukuthi uzohlangabezana nesikhathi esinzima maduzane. Uma ukhwehlela igazi uzozithola ulwa maduzane. Kodwa uma uhlanza igazi lokho kusho ukuthi uzoba nenhlanhla.
Uma uphupha ukuthi uyopha isikhathi eside futhi awazi ukuthi kungani kusho ukuthi uzohlangabezana nesikhathi esinzima maduzane. Uma ukhwehlela igazi uzozithola ulwa maduzane. Kodwa uma uhlanza igazi lokho kusho ukuthi uzoba nenhlanhla.
Sanibonani,kusho ukuthini umamncane wenu ethi wonke umuntu akazinqume entameni n sakwenza sonke lokho engafun nokuthi sibize ambulance aphinde agunde abanye izinwele
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngezinwele/
Nginephupho esilibuye kabili ngiphupha,ngizokwenza ucansi no muntu wami kumane kugcwale igazi embhedeni noma kubengathi kade senza ucansi kwagcwala igazi embhedeni kuchaza ukuthini?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngocansi
Kusho ukuthini ukuphupha kuthiwa ngena emgodini ogcwele igazi kuthiwa liphuze masuphakathi kulo…. Lapho ngibaleke ngathi galo wephuka kwiphupho.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomgodi
Ngibingelele, ngiphuphe engathi ngilakugane khona ugogo ngivakashile then ngihambe nobhuti bami nosisi bami sigibele imonto engathi kumnyamano driver lokhu ecishe enza izingozi kwaze kwafika ekutheni site masijika ikhona yavele yasichitha imonto and mina ngiphume nge fastera angangalimala after lapho sizibone sisendaweni ene stadium but mina bangixoshe bethi ngoba ngifake I gown ngiphume ngihlale emnyango ngilinde engihamba nabo ubhuti wami oyedwa Eze ezongihlalisa ephethe is isbhamu esikhulu kwafika abanye abafana ababili befuna ukumdubula ngabalekaina ngangena komunye umuzi ngabafica behleli kurondo ngi nokhe bathi ngingangeni basageza ngingene mina mangifika khona u cc no baba nje ombathe ibhayi aphinde lo cc athi ngithe ungangeni ngisageza kodwa ubengagezi, engathi sengibhince ithawula kuphela nami angigqokile ngichaze udaba lami lokuthi ngifike kanjani but mangichaza bekungathi ngikhona ngempela n ekhaya bekungathi ngisuke ngilele ngoba ngthe kuye umama wazi ukuthi nglele kanti mina ngilana athi lobaba ai nizozwanake wena nalo mama ngoba uyisangoma naye after lapho lomama agide angihlolele n izinto azishilo ziyizo wathi ngizoshona, ngizohamba ngephupho ngizotshwasa ekhaya bazongisa esbhedlela becabange ukuthi ngishonile ngathi ngi4nela email ngyamutshela ukuthi ngyaphila ya stuck ifoni kusenjalo kwaqhamuka izingane eziningi zizongibiza lapho engine khona ukuthi kanti angifile zathi umama uzifonele wathi asibuye ngigcine ngthatha I number yalo mama kodwa angangayithola. After lapho bese kungathi ngyageza kwi shower and ngiyopha ngphuma namahlule kukhona nabantu bengibuka kugcwele ngaohaphama
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemoto
Amaphupho ngokugeza
Amaphupho ngesibhamu
Amaphupho ngendlu yotshani
kusho ukuthini ukuphupha beku gcaba ebusweni besebenzisa inhliziyo ebukeka ingeyomuntu, kubukeka engathi bekuyimpoqo benza lento abayenzayo abanendaba nawe.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngobuso
Kusho ukuthini ukuphupha umuntu umvala umlomo bese ekubona unegazi ezandleni ngyabonga ngisazophenduleka
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemilomo
Sanbona, ngcela ukbuza kusho ukuthini ukuphupha umawezingane zami opha kakhulu kuze kuphuma namahluli mangimubuza ephusheni ukuthi kwenzenjan athi useskhathini kusho ukuthini lokhu engikuphuphile.
Cofa lapha ukuthola incazelo Ukuphupha usesikhathini noma uya esikhathini
Kuthetha ukuthini xana ubona igazi kodwa awulimelanga
Kusho ukuthini ukuphupha udla mawuvuka ekuseni ukhafule igazi
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokudla
Molo
Ndicela chazelwa iliphupha , ndiphuphe ndi ndilahleka ndikhangela umntu endingamaziyo , kwafikelela uba ndingene kwi ndawo emdaka ehamba mpethu inenkunkuma, ingathi andakwazi phuma ndawa ndavuka esbhedlele after 3 days . after ndiphumile xandifika ekhaya ndafika ndaphuma amahlwili egazi ndisexesheni. Lithetha ukuthini?
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokungcola nokuhlanzeka
Amaphupho asho isichitho noma isinyama
Hey, Cela ukubuza kusho ukuthi ukuphupha uphuma igazi emakhaleni, emvalwalokho ngabona umuntu ephalaza ngagcine sengiphalaza nami
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngokuhlanza
Ngixolise ukuhlupha eksen kanje.Ngabe kuchazani ukuphupha umuntu ephalaza usizwa umuntu ngathi umfundisi mengibuza kulo engihleli naye uthi unamadimoni uyaphalaziswa kunje kusanjalo ngimbuke kube ngathi ngizwa kthiwa azize kmina lezinto ngiphinde ngibone nenkawu ngaphaphama ke ngabiza ingama lika jesu ngibonga usazongphendula.
Ndiphuphe umakhulu wAm xa ndimbamba unegazi
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngekhehla noma isalukwazi
Ngikhulelwe,so ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha wopha amahlwili kakhulu
Cofa lapha ukuthola impendulo yephupho lakho https://iafrika.org/ukuphupha-usesikhathini-noma-uya-esikhathini/
Ngiphuphe ngiseskhathini ngiphuma igazi Kakhulu kodwa kubuye Kube ngathi liyanqamuka
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/ukuphupha-usesikhathini-noma-uya-esikhathini/
Hi
Ngiphuphe umngani wami ephuma ubisi ebeleni
Bese ngelinye ilanga ngamphupha enginika amapentshisi amakhulu
Cofa lapha ukuthola ulwazi ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngezithelo/
Hi nginamaphupho ngiphupha ongishaya nge glass ngaphuma igazi ngenhla kobuso ngase ngiphupha umawami sidla inyama naye
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngokulwa/
Hi
Nginokuphupha ngibona igazi lokuya esikhathini ezingubeni zokulala kwesinye isikhathi kuyenzeka kuvele kuthi elomunt engimaziyo liphume elele kodwa kwesinye isikhathi uthola ukuthi bengithi ngiyandlula umbhede mase liyavela ngilibone kodwa ngingazi ukuthi elabani futhi angazi naloyo mnhede ukuth kusuke wowanani ngoba kusuke kungawona owami
Uma uphupha ukuthi uyopha isikhathi eside futhi awazi ukuthi kungani kusho ukuthi uzohlangabezana nesikhathi esinzima maduzane.
If uphupha omunye umntu obukade uzwana naye enegazi eliningi?
Hi nginezingane ezimbili kodwa ngihlale ngiphupha leyokuqala isenkingeni.ngaqale ngaphupha idlwengulwa ngaphinda ngaphupha isengozini yemoto.
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngengozi-nokulimala/
Hi ngiphuphe sisempini mina nobaba wengane zam silwa nabantu kodwa anginaso isiqiniseko sokuthi obani angibazi angibabonanga..kodwa yena ubehlulwa ngamsiza ngaze ngamudonsa isandla sabaleka sesigcwele igazi sobabili sekungathi nesibhukuda kulona.
Cofa lapha ukuthola ulwazi ngephupho lakho https://iafrika.org/amaphupho-ngokulwa-2/
Hi
Ukuphuphela umuntu wakho opha ngezansi after niqeda ukuheva kuchaza ukuthini???.opha into engaqhamuki
Ngbonge ngisazophendulwa
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/ukuphupha-usesikhathini-noma-uya-esikhathini/
Ngiphuphe ngihlanza igazi elingapheli, ngize ngavuka
Ukuphupha uhlanza igazi lokho kusho ukuthi uzoba nenhlanhla. https://iafrika.org/amaphupho-ngenhlanhla/
Ngiphuphe ngikhama ubomvu obuningi emzimbeni wami kodwa kungavuvukele ndawo ngabe kushukthini ngaphinde ngaphupha engathi ngsetoilet mangfak isandla emuva ngibuye nenyoka eneynyawo emnyama yavele yanyamalala
Hi ngiphuphe ngisikeka esandleni I glass ngase ngopha kakhulu.. Kwabuye kwangathi ngisikwe ummese ngabe kushoni
Lokhu kusho ukuthi uzohlangabezana nobunzima.
Ngiphuphe kuconsa igazi kodwa not elami ngathi livela ngaphezulu not ezulwini just somewhere from the top
Ngiphuphe ngi gwaziwe ngiphuma igazi emqaleni ngabe lokho kusho ukuthini?
kusho ukuthini ukuphupha uxabana nodadewenu mase ekushaya ngesoso elifayo ekhanda ngizizwe ngathi ngiyopha ngithathe isibuko ngibone igazi lehla ngobuso igazi elishubile?
Nanti esinayo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngokulwa-2/
Hi ngiphuphe ngathi khona into ehlukuza isibeletho sami ngaze ngaphuma negazi ngaphansi ngavuka ibuhlungu
Elinye iphupho, ngiphuphe izinja ezimbili ezinonile emhlophe ngathi nenyama zijaha abantu emgwaqeni balokhu babaleka. Lapho zifika nakimi nami ngathuka kakhulu angizange ngisabeleka ngavele ngakhuleka phambikwazo lwayehla ulaka lwazo
Nakhu esinalo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngenja/
Hi ngina 3 months ngikhulelwe manje , so ngiphuphe ngiphuma igazi eliningi ngaphansi .
Ngabe lokhu kuchazani
Hi.
Ngiphuphe Uma sewashona ekhuluma ethi uhluku mezekile and ngikhululwe nginjalo. Wangnika igama Lengane
The next day ngaphupha umunt engihlekisana naye kuthiwa ushayiwe nomngani wakhe. Kulelo phupho kuqhamuke I Ambulance.
Ngabe achaza ini lama phupho
Amaphupho ngomama nabantu abangasekho, ungabheka lapha: Amaphupho ngomama angasho lokhu: https://iafrika.org/amaphupho-ngomama/ Uma uphupha abantu abangasekho, nansi incazelo: https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Ngiphuphe ngathi ngisongelwa ngumuntu bese kubangathi ngephula ibhodlela ngithi ngifuna ukumgwaza ngalo ngigcine kodwa ngingamgwazanga bese ngibona igazi ligcwele indishi ngabe lichazani leliphupho
Elesibili ngiphuphe ngathi ngithola indlu kodwa lendlu ngathi ngeyoxhaso (RDP) ngathi kuthiwa ingeyami khona lapho ngathi sengiyahlela ukuthi ngizoyilungisa nganjani ukuze ibe yinhle ,nalo futhi bengicela incazelo
Bese elokugcina ngiphuphe ubaba wam ongizalayo ongasekho osewandlula noma sewashona ingathi ngilele phansi bese mangiphaphama ngimbona eyaluza ngala ngile khona ephethe isibhamu esikhulu engathi ungigadile egqoke isikhindi ngabe nalo lichazani.
Thokoza
Ukuphupha ugogo wakho ongasekho ephuma igazi ngomlomo kusho ukuthini?
Nansi incazelo lapho uphupha abantu abangasekho emhlabeni: https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abasebafa/
Sanibona kusho ukthini ukuphupha kubulawa umuntu phambi kwakho bese unindwa ngobuchopho bakhe esphongo kuthiwe usho izithakazelo zakho
Liyethusa leliphupho, nansi incazelo esinayo ngokuphupha ngokubulala: https://iafrika.org/amaphupho-ngokubulala/
Kusho ukuthini ukuphupha uphuma igazi kumuno?
Lapha uzothola incazelo ngezigulo eziningi, bheka okungaba wusizo kuwe: https://iafrika.org/amaphupho-ngokugula/
Ngiphuphe abo aunty bami ababili begcwele igazi ebusweni bese mina ngigcwele igazi ezandleni
Ngiphuphe umfowethu ephuma igazi esithweni sakhe sangasese
Ake ubheke nalu olunye ulwazi: https://iafrika.org/amaphupho-asho-isichitho-noma-isinyama/
ngiphuphe kunegazi phansi
Liyaphindaphinda yini leliphupho noma libe kanye nje?
Ngiphuphe iinkukhu ezinqynywe amakhanda, ezinye bekungathi zinqunywe yimina. Ngithe ngisahlezi lapho ne ngane yakithi yrntombazane kwasukuma ingane yami yomfana ena2 kulezo zinkukhu ngabaleka mina ngayoma emnyango ingane yakithi yanquma yena ikhanda. Ngane lokho kuchaza ukuthini?
Nalu ulwazi esinalo ngamaphupho ngezinkukhu: https://iafrika.org/amaphupho-ngenkukhu/
Ngiphuphe ngiphuza igazi ngabe kushoni??
Nalu ulwazi esinalo ngamaphupho egazi: https://iafrika.org/amaphupho-ngegazi-nokopha/