12 thoughts on “Amaphupho ngokubulala”

  1. Ngabe kusho ukuthini ukuphupha iex ithi izokubulala esho aphethe umese nembazo, ehamba nomunye umfana naye aphethe imbazo

    Reply
  2. Ngabe kushoni ukuphupha umzali wakho ebulawa ngoba ethi uvikela umntwana wakhe mawuthi uyocela usizo kwabomndeni bazishaya indiva.

    Reply
  3. Sanbona ngiphuphe kthiwa ngibulelele umuntu ngigijimiswa abantu kulabantu khona nezihlobo zami mangibaleka ngijahwa ama ambulance and izulu loyana langigahamba khona kunesbovu esingapheli ngabe kuchazukthin ?

    Reply
  4. Ngabe kushoni ukuphupha nijaha isigebengu nomuntu othandana naye, wena wesifazane usishaye kakhulu kepha uma esefika owesifisa wakho avele asibulale, nibaleke kepha uma sebefuna obulele kufunwe wena kakhulu angabanjwa lowesilisa ukuthi benineye kuthiwe uwena nje obulele??

    Reply

Leave a Reply