Amaphupho ngommese

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Uma uphupha ukuthi ubona ummese kusho ukuthi kunomuntu oqamba amanga kuwe futhi uzolwa nabangani bakho. Uma unikeza ummese komunye umuntu uzolimala maduzane.

36 thoughts on “Amaphupho ngommese”

  1. Sacela ukubuza uma uphuphe ugwazwa kodwa ukwazi ukuba namandla wokuziphindisela ngawo loyo mmese

    Reply
  2. Sacela ukubuza kusho ukthini ukuphupha bezama ukukbamba inkunzi Lo omunye athi uyakudubula kudubuleke umngani wakhe

    Reply
  3. Ngicela usizo ngiphuphe ngiphuphe bangani bam bebahlaba ngomese ngemuva emzimbeni but mina ngabaleka ngabe lokho kushone kuthini

    Reply
  4. sanibona kungabe kushoni ukuphupha umuntu omaziyo ekugwaza ngomense bese abantu onabo bakushiye bengakusizi bese uzivikela kugcine kunguwena ogwaza loyomuntu ngomense kaningi umnqobe

    Reply
  5. Kusho ukuthini ukuphupha ubona abantu beshiswa emlilweni maqede wesabe khona ephupheni uhambe ubuyele ekhaya. Uphinde uthole umese egcekeni lakini maqede uzibone uthatha umese uwujikijela le kude nasekhaya kini

    Reply

Leave a Reply