Uma uphupha ukuthi unenxeba elijulile lapho ogwazwe noma osikwe khona kusho ukuthi uzoba nenhlanhla ebudlelwaneni bakho nabanye (uma usemusha) noma ebhizinisini lakho (uma usukhulakhulile). Uma inxeba lincane kodwa kusho ukuthi uzoba nebhadi maduzane.
L
Hi ngicela ukubuza ukuphupha umuntu wakho elimele kepha ehamba nenye intombi
Ukuphupha ulimele isandla
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngengozi nokulimala
Ngiphuphe nginenxeba enzansi kweso elijulile. Engathi ngilisula nge tissue. Kwaqhamuka ubaba wabantwana ngisanjalo. Kuchazani
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngegazi nokopha