Amaphupha anezincazelo ezahlukene, kukhona lezo eziqondile kuphinde kubekhona nalezo ezifihlekile. Ukuphupha amaphoyisa kusho okungekuhle, okungabalwa phakathi kwakho izitha zakho, noma ke isifo esiza koseduze nawe.
Uma uphupha ukuthi ubona amaphoyisa noma amasosha, kusho ukuthi kunento embi esazokwenzeka. Uma ulwa noma uxoshwa ngamaphoyisa lokho kusho ukuthi kunezitha ezikuthakathayo noma ezikugadla ngemithi.
Sawubona kuchazani kuphupha umngani wakho elandwa ngamaphoyisa kubo?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngabangane
Cela kubuza kuphupha umngani wakho elandwa ngamaphoyisa kuchazani ?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngabangane
Sawbona
Ngicela ukubuza lichazan leliphupho:
Ngphuphe abantu bethumela amaherbs kimi mina ngwahambise, ngiyi courier so, then laba abathumela insango ngbabizela amaphoyisa ebabopha khona lapho
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokuboshwa
Ngicela ukubuza ukuphupha ubhalwa ama traffic cop i ticket
Sanibona ngicela ukubuza ngiphuphe ngihamba no ngani wami osashona siyofuna umsebenzi jwaqamuka amaphoyisa Saha ba site sesingasekhaya aqhamuka futhi kwahamba ugese afone lana ajika aqhumisa isbhamu phezulu afike apaka ekhaya ebaleni but awangenanga ekhaya aye komakhelwane kwabuya ugesi ahamba… Ngididekile ngicela ningisize
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesibhamu
Ukuphupha ugqoke I uniform yamaphoyisa
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha ugqoke umfaniswano
Ngiphuphe ngidutshuliwe emhlane ngoba bengidlula la bebebamba inkunzi kodwa lo obebanjwa uzidubule zonke izigebengu kwaqhamuka ugogo ozala umama wathi hamba uzobuya esbhedlela ngahamba namaphoyisa zakhishwa izinhlavu emzimbeni ngabuya ekhaya sengipholi
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesibhamu
Kusho ukuthin ukucela usizo emaphoyiseni kube sengathi awathandi ukukusiza kodwa agcina ekusizile
Ngiphuphe ngijima ngahlangana nabafana ababili bathi bayangibulala nge phanga ngabaleka bangangitholi(ngandlula ubuti wami omdala estratedi ejabule ukuthi abangitholi) kwavela amaphoyisa ngacasha ngaphandle komuzi(angiwazi lowo Muzi kodwa muhle ngaphandle) ngishiye omunye umfana komunye umuzi one moto emoshekile lomfana wangena emotweni amaphoyisa bopha yena mina bangangitholi omunye wabo makhelwane wangibulisa ngesingisi mangithi ngiyazi buka ngibona umlungu kuyimina.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemoto
Ngiphuphe sifunwa ngamaphoisa, mna nabanakwethu sibane, bona ba valelwa kodwa mna ndabaleka, umandifunyanwa mabesithi bayandivalela ndavuka,,,,
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokuboshwa
Ngiphuphe sub marine phuma emanzin yahlala phezu kwendlu eyakhiwayo kwase kuphuma amasosha,elilodwa lamasosha belizobheka usisi engizwana naye lase limbiza lamuchabuza
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngamasosha
Ngiphuphe amaphoyisa ezihambela engalwisani namuntu..ngathi ahamba ngezinyawo.
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokuhamba ngezinyawo
Ngiphuphe amaphoyisa kwaze kwaba kabili kubusuku obubodwa, abephethe izibhamu kudutshulwa kodwa sibalekile sayo cashable. Ngikhatgazekile
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngesibhamu
Ngiphuphe isitha sami sithathwa ama poyisa kusho ukuthini lokho ??
Cofa lapha ukuthola ulwazi ngamaphupho ngesitha https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka/
Uma umuntu othandana naye ekuphuphe ufake uniform yamaphoyisa noma amasosha kuchaza ukuthini
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngamaphoyisa/
Ngiphuphe kuboshwa intombi yami ngathi ibi bambe inkuzi
Ndiphuphe ndileqwa yimoto yamapolisa, ndothuke ndaphaphama kwelophupho sewezondifumama, ingabe lichaza ukuthini eli phupho
Ungafunda lo mbhalo wamaphupho ngemoto: https://iafrika.org/amaphupho-ngemoto/
Ngphuphe kufike amaphoyisa ekhaya agcwala igceke efuna isbhamu ngigcine ngisfihlile okunye ngakushisa masinyane ngaphapha sekuthethwa icalak
Lokhu kungasho izimo ezizokufaka enkingeni, nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngokuboshwa/
Sanibonga ekhaya ngicela ukubuza Uma uphupha ugijinyiswa amaphoyisa kusho ukuthini
Ngiphuphe ngiboshwa kwakhona ikhehla elinginikeza umuthi ukuze icala lihambe kahle kusho ukuthin?I
Nalu ulwazi ngokuphupha ngokuboshwa: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuboshwa/
Ngiphuphe ubaba wami ogasekho eqoke i-uniform Yama phoyisa . Kuchazani lokho ?
Lapho uphupha ubaba, bheka nansi incazelo esinayo: https://iafrika.org/amaphupho-ngobaba/
Uma uphupha amaphoyisa ekujaha kodwa mayesefika kuwena avele ajike
Magalelagasele njengengonyama! Uzibonile nje izithakazelo zakini kwaMtshali? Bheka lapha: https://iafrika.org/izithakazelo-zakwamtshali/
Uma uphupha amaphoyisa edubula emaninzi
Ziningi izincazelo zokubona amanzi uma uphupha, ungafunda ngazo kulelikhasi: https://iafrika.org/izizathu-eziningi-zokuthi-uphuphe-ngamanzi/
Uma uphuphe ufunwa ama phoyisa ngenxa yomuntu obuhlekisana naye ekqambele amanga wathi umdlwengulile akjahe amaphoyisa kube ngath ayakthola,ujike ngaksasa uvakashelwe umngan okade wamgcina athu ukphuphe uth unezitha n udinga imali aphendule athi mlinde aye Xopho sizoba nayo imali mase buyile