Sesha

Amaphupho ngamaphoyisa

Amaphupha anezincazelo ezahlukene, kukhona lezo eziqondile kuphinde kubekhona nalezo ezifihlekile. Ukuphupha amaphoyisa kusho okungekuhle, okungabalwa phakathi kwakho izitha zakho, noma ke isifo esiza koseduze nawe. Uma uphupha ukuthi ubona amaphoyisa noma amasosha, kusho ukuthi kunento embi esazokwenzeka. Uma ulwa noma uxoshwa ngamaphoyisa lokho kusho ukuthi kunezitha ezikuthakathayo noma ezikugadla ngemithi. iAfrika

Joyina mahala, uthole i-ringtone yezithakazelo.