Amaphupho ngendlu yotshani Uma uphupha ukuthi uhlala endlini yotshani kusho ukuthi uzolwa nomngani wakho kungekudala. Amaphupho ngokulwa. THUMELAWhatsAppTweetEmail Amadlozi Amalobolo Imali Imicimbi yesintu Imifino Imisebenzi Imishado Inyama Izaga Izilwane Izinambuzane Izindlu Izingubo Izinja Izinkomo Izinyoka Izinyoni Ukudla Ukufa Ukugula Ukuhamba Ukukhanya Ukukhubazeka Ukuzwa Umshado
Ngiyabingele ngenhlonipho kubaphathi. Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ubaba engishade naye engihambisa kwenye indawo ebuqamama nje nasemzini wethu uyongibonisa indlu yabadala kodwa endala efuna ukulungiswa ukuthi ucela ukuyakha ayivuse? Reply
Ngibingelele kubaphathi nenkundla. Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ngihleli namakhehla no gogo endlini yotshani, besilungiselela ukuyo ngcwaba isihlobo Reply
Sanibonani Ngsacela ukubuza ngingakwazi yini ukshintsha isfladi, ngi senze indlu katshani? Ngibuza ngoba kunesfladi engisimisile angikakasqedi seksele ngiplastele ngaphandle nangaphakathi. Manj abantu abadala sebefuna indlu yabo, ngingayishintsha? Uma kungenzeka kwenziwa kanjani.. Ngyabonga Reply
Ngibingelele kubaphathi benkundla, ngethembe niyaphila. Bengicela ukubuza ukuthi umangiphuphe umuzi omkhulu ongathi ikhaya wakhiwe phezu kotshani obuluhlaza, ubiyiwe unegceke nje elikhu uzungezwe okanye uklakwe o rondavel abaningi kodwa abangakaqedwa ukufulelwa uphahla ngotshani kwenziwe ingxenye nje u Ronda ngamunye. Mhlawumpe bebe yisikhombisa noma shagalombili labo Ronda ngaphambi Jana kwawo umuzi. Ingabe kuchaza ukuthi lokho, Ngiyobonga. Reply
Nalu ulwazi esinalo lapho uphupha ngekhaya, funda lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngamakhaya/ Olunye ulwazi lapho kwakhiwa khona izindlu lungasho lokhu: https://iafrika.org/amaphupho-ngezinto-zokwakha/ Reply
Nalu ulwazi esinalo ngokuphupha indlue yangasese: https://iafrika.org/ukuphupha-indle-noma-indlu-yangasese/ Reply
Sanibona ngicela ubuza kuthetha ni ukuphupha ngendlu yesigcawu
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesicabucabu
Sanibona, ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha izindlu zakini zotshani buphephuka
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngomoya
Ngiyabingele ngenhlonipho kubaphathi.
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ubaba engishade naye engihambisa kwenye indawo ebuqamama nje nasemzini wethu uyongibonisa indlu yabadala kodwa endala efuna ukulungiswa ukuthi ucela ukuyakha ayivuse?
Cofa lapha ukuthola impendulo Izizathu eziningi zokuthi uphuphe ngaManzi
Kuchaza ukuthin ukphupha indlu yakwa gogo isindiwe ngobulongwe benkomo
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngendlu nekhaya
Ngibingelele kubaphathi nenkundla. Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ngihleli namakhehla no gogo endlini yotshani, besilungiselela ukuyo ngcwaba isihlobo
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngekhehla noma isalukwazi
Sanibonani
Ngsacela ukubuza ngingakwazi yini ukshintsha isfladi, ngi senze indlu katshani? Ngibuza ngoba kunesfladi engisimisile angikakasqedi seksele ngiplastele ngaphandle nangaphakathi. Manj abantu abadala sebefuna indlu yabo, ngingayishintsha? Uma kungenzeka kwenziwa kanjani.. Ngyabonga
Ngiphuphe ngithola imali kuwuhlweza olumhlophe lodwa ngluqoqa lwaze lwagcwala isandla
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngemali-ewuhlweza-yethusi/
Ngibingelele kubaphathi benkundla, ngethembe niyaphila.
Bengicela ukubuza ukuthi umangiphuphe umuzi omkhulu ongathi ikhaya wakhiwe phezu kotshani obuluhlaza, ubiyiwe unegceke nje elikhu uzungezwe okanye uklakwe o rondavel abaningi kodwa abangakaqedwa ukufulelwa uphahla ngotshani kwenziwe ingxenye nje u Ronda ngamunye. Mhlawumpe bebe yisikhombisa noma shagalombili labo Ronda ngaphambi Jana kwawo umuzi.
Ingabe kuchaza ukuthi lokho,
Ngiyobonga.
Nalu ulwazi esinalo lapho uphupha ngekhaya, funda lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngamakhaya/ Olunye ulwazi lapho kwakhiwa khona izindlu lungasho lokhu: https://iafrika.org/amaphupho-ngezinto-zokwakha/
Kusho ukuthini uma ubona indlu yangasese kodwa ihlanzekile
Nalu ulwazi esinalo ngokuphupha indlue yangasese: https://iafrika.org/ukuphupha-indle-noma-indlu-yangasese/