Uma uphupha ukuthi ubone izinto zokwakha njengosimende nezitini kuyibhadi. Kuzoba nokulwa empilweni yakho maduzane nje noma uzodumala mayelana nezinto ozitholile empilweni. Uma uphupha izinto zamapulangwe njengezinduku noma amapulangwe kusho ukuthi kuzoba nezinkinga empilweni yakho maduzane nje uma ungathathi ikhefu.
Xa uphupha udiba umngxunya kowenu ucleaner
Ngiphupha inyoni enkulu futhi inamaphiko amakhulu kakhulu bengiyibuka yeza kimi yangibuka ngamehlo aluhlaza ayashayina yavele yangikhama ngamaphiko ayo amakhulu ngaphaphama ngicela incazelo