Ukuphupha usesikhathini noma uya esikhathini

Leli yiphupho elibhekene nabantu besifazane kuphela ngoba umuntu wesilisa akayi esikhathini. Lihle kakhulu kumuntu osuke ebhekene nenkinga noma izinkinga, libikezela ukudlula kulobo bunzima noma izingqinamba asuke ebhekene nazo. Imvamisa umuntu usuke engasiboni isixazululo futhi eselahle nethemba, kepha esikhathini esingeside isixazululo sisuke sizozifikela futhi aphume kuleyo nkinga kalula. Usizo lokuphuma kuleyo nkinga lusuke luzoqhamuka kumuntu obelungalindelwe kuyena nangesikhathi ebesingalindelwe.

 

21 thoughts on “Ukuphupha usesikhathini noma uya esikhathini”

  1. Hi ngicela ukubuza kusho ukuthiki ukuphupha ugeze bese kuphuma amahluli amakhulu kunamathumbu aphuma ngezansi khona lana endishini kube sekufika ubaba we ngane yami bese ngicela anginike pad ngoba nakho sengathi eza mawala lamahluli futhi ngisesikhathini njengoba ngiphupha kanje

    Reply
  2. Ukuphupha ugeza ubone kuphuma amahluli amakhulu kunamathumbu aphuma ngezansi khona lana endishini kube sekufika ubaba wengane ngicela anginike iPad inkinga yami ngisesikhathin kuyimanje angazi lisho ukuthini leli phupho

    Ngicela ungihlaziyela ngiyabonga

    Reply
  3. Kuchaza ukuthini ukuphupha angaz noma isilwane ngob kahl kahl besengibhekile koda ikhanda angiliboni izandla ebezingicinazele engizibonile engi engikhotha isitho sangasese. (Ngikhathazekile) ngoba ngihlezi ngicinazeleka ebusuku

    Reply
  4. Ngiphuphe ngifonelwa I boyfriend yami ithi ifuna kungibona, uma ngi check ngathi ngise skhathini ngimtshele ukuthi mangiza kuyena ngeke senze lutho ngoba ngisesikhathini sizihlalela sizixoxele. Ngabe kusho ukuthini lokhu?

    Reply
  5. Ngiphuphe ngiya ocansini neBoyfriend yami ngiseskhathini, emvakwalokho ngezwa ngiphathwa islumo ngezwa wngathi ngingaphusha mangiphusha kwaphuma into engathi indwangu emhlophe enegazi wayidonsa yena

    Reply
  6. Uma uphupha uya etoilet leli lesilungu uyochama mawufika umane uchithekelwa isisu kodwa ungakhulelwe in real life. Uze usho igama lesoka lakho kuthi uzolifonela ulitshele ukuthi uyopha uchithekelwa isusu.

    Reply

Leave a Reply