Uma uphupha usebumnyameni kusho ubunzima ekusaseni lakho ngaphandle uma ukwazi ukuhamba udabule ubumnyama uye ekukhanyeni. Uyophumelela futhi uchume.
Uma uphupha usebumnyameni kusho ubunzima ekusaseni lakho ngaphandle uma ukwazi ukuhamba udabule ubumnyama uye ekukhanyeni. Uyophumelela futhi uchume.
Kusho ukuthini ukuphupha uvula umnyango wekamera ubone abantu phakathi behlezi ebumnyameni bese uyabavalela futhi phakathi ebumnyameni
Kusho ukuthini ukuphupha ugogo wakho osewashona umenzela ukudla bese kuyachitheka
Cofa lapha ukuthola incazelo https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
Kusho ukthini ukuphupha umngan wentombi yakho ekuvezela umphambili wakhe ngamabomu, bese intombi yakho ikubuza ukuthi umubukani umngani wami umphambili. Futh kungath lomngani wakhe unamabala ebusweni.
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-asho-isichitho-noma-isinyama/
Kusho ukuthini uma ulele nentombi yakho iphuphe igodolo isebumnyameni ithi zama ukukubamba kodwa ungabambeki ,wena bese uphupha indoda engena gumbo lakho igeza phambi kwemtombi yakho bese uma ubika nentombi yakho unibond imoyizelela leyoNsizwa
Ake ubheke nansi incazelo esinayo (isigaba sesibili kulelikhasi) lapho iphupho kungelokuphonswa kwentombi, lokho kwenziwa yinsizwa: https://iafrika.org/amaphupho-okuphonswa/