isiXhosaisiXhosa SetswanaSetswana

Amaphupho ngemilomo

Ukuphupha ngomlomo kungasho izinto eziningi ezithinta impilo yakho kanye nabantu ophila nabo. Umlomo onukayoРlokho kusho ukuthi abantu sebephonsa ithawula ngawe ngenxa yezinto ozenzayo. Amazinyo Рlokho kusho ukuthi uzomenywa endaweni ejabulisayo maduzane kodwa uma likhishwa izinyo kusho ukuthi uzolahlekelwa umngani. Umlomo  ugxaza amathe Рlokhu  kusho ukuthi uzolahlekelwa yimali maduzane.