Amaphupho ngomngcwabo
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Uma uphupha ukuthi usemngcwabeni wesihlobo kusho ukuthi kungenzeka ukuthi kukhona umuntu emndenini wakho odinga usizo. Kodwa wena uzoba nempilo ende.
Uma uphupha ukuthi usemngcwabeni wesihlobo kusho ukuthi kungenzeka ukuthi kukhona umuntu emndenini wakho odinga usizo. Kodwa wena uzoba nempilo ende.
Uma uphupha ukuthi ubone ibhokisi lokungcwaba kungasho ukuthi umuntu omaziyo uzodinga usizo lwakho. Ukuphupha ibhokisi lomngcwabo kuwuphawu olubi olungabika isifo noma ukuthi kunomuntu omaziyo osuke ezodlula emhlabeni kungekudala.Ukuphupha ibhokisi lomngcwabo livaliwe kungasho ukuthi kukhona okukhulu okubalulekile futhi ofihlelwe khona. Uma uphupha ibhokisi lomngcwabo elivaliwe kungasho ukuthi kunenhlanhla yakho evaliwe ngemithi emibi ngabantu abangalungile.Uma uphupha ibhokisi … Read more