Ukuphupha abantu esebafa imvamisa kusho izinto ezimbi. Uma bevuka bephila futhi kusho ukuthi kungenzeka ukuthi kunenkathazo ezayo kuwe. Uma behlobene nawe kusho ukuthi kufanele uyeke ukwenza izinto ezimbi kungenjalo uzoyithola usenkingeni.
Uma uphupha omunye wabantu bakini abangasekho emhlabeni, lokho kusho ukuthi basuke benomyalezo abafuna ukuwudlulisa kulabo abasaphilayo. Kuyenzeka bakhale ngokuthi balambile, lapho-ke kusuke kumelwe kwenziwe umsebenzi kuhlatshwe imbuzi, inkomo noma izinkukhu ukuze badle.
ukuphupha umuntu ongasekho ethi ufuna izicathulo zakhe and athi akanazimpahla ufuna ukuyozithenga
Sawubona, nalu ulwazi esinalo ngephupho lakho https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/?highlight=amaphupho%20ngabantu%20abangasekho
Ngyabingelela bogogo nomkhulu ngcela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha usemhlanganweni
I like this because it taught us a lot
Kusuke kuchazani ukuphupha umkhulu wami owashona kudala encwatshwa kabusha njolo njalo
Sanibona ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha u anti wakho osewashona kungathi ushonile useyangcwatshwa kodwa ithuna lakhe lisendaweni akwakuyikhishi lakagogo eselawa kdala.
For impendulo Samke pls call me on 0662944067
Ngabe kusho ukuthini lokhu, ngiphuphe u aunty wam osewashona engijabulela engi hug.
Sawubona Noxolo, nansi incazelo ongayibheka
https://iafrika.org/amaphupho-ngabantu-abangasekho-emhlabeni/
ngiphuphe umalume osewashona ingicela R50 mangithi anginayo uthi ngiyamucomele nginemali eningi kanje, lapho ngilala ngingadlile nezingane kusho ukuthini.
Sawubona, nansi incazelo esinayo https://iafrika.org/amaphupho-ngemali/?highlight=amaphupho%20ngemali%20
Kusho ukuthini ukuphupha u mkhulu use washona engakhulumi kodwa esipha imali engamaphepha
Cofa lapha ukutholaUkuphupha ngemali ewuhlweza kusho ukuthini impendulo
Ninjan
Kusho ukuthini ukuphupha u gogo wami ongasekho elele esibhedlela engath uyagula ulele esibhedlela
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesibhedlela
kusho ukthin ukphupha umyeni wami engaty ngiyogeza ungibuza ukuty ngigeza kanjan ngamanzi amancane kanje
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokugeza
Ngiqela ukubuza ngiphuphe ngikhabo mama kodwa umkhulu wami owashona wangikhiphela ngaphandle wangivalela umnyango ngahlala ngaphandle ngiphethe ukudla
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngekhehla noma isalukazi
Sanibona
Ngishila lombuzo ngokukhulu ukukhathazeka umama uthi uphephe iphupho elilodwa kabili ngobusuku obubodwa, uphuphe kuvukile umawakhe nobaba wakhe nabanye abaningi bomndeni, begumba amazambane amuhlophe qhwa eclearn kodwa ephuma emhlabathi omnyama ngalendlela exakayo.. bakha nezithelo wafike wathetha ubaba wakhe owashona wabuza ukuthi aiybo nidlalelani ngezithelo zami. Ngicela ningisize ukuze ngizokwazi ukumusiza ngoba uphatheke kabi
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngezitshalo
Kuchazan ukuphupha ubona isithombe somuntu osashona
Kusho ukuthini ukuphupha umuntu oyisihlobo sakho osewadlula emhlabeni,sengathi uvukile kwabafileyo kodwa ukuze aphile kulomhlaba futhi kumele kube khona oshonayo emndenini.yena uma esichazela ukuthi ubuye kanjeni uthi uliwelile ijolidane futhi kuthatha 7 wezinsuku ukuthi ufike lapho kuwelwa khona.cela incazelo ngalokhu ngiyabonga
Uma uphupha usisi wakho osashona bese niyadukelana umfune umbize ngegama angasabeli
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomfowenu noma udadewenu
Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini uma uphupha uphupha isalukazi esi hu makhelwane sithi ngizo shaya isitha sami bese ngizibona ngisekhaya kulo malume ngangena egumbini loko lala lika gogo ngabona abo gogo bami abangasekho emhlabeni uma ngibabingelela ugogo ozala umama wavuka wangihleka
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngekhehla noma isalukazi
Ndicela ichazelo
Ndiphuphe utata wam ongasekhoyo ndihleli naye kunye nodade wethu osaphilayo endingavani naye, kumnandi nje konwabekile kodwa into endixakayo kuba yena utata akathethi uthule akunanto ayibhekisa kuthi sobabini
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomfowenu noma udadewenu
Ngicela incazelo ngephuphu .
Ngiphuphe mamezala ongasekho emhlabeni nengane yami ephilayo behleli emakhandleleni engathi bahlalele mina kwathi bengiqhamuka ngiphila bajabula
Cofa lapha uthole impendulo,
https://iafrika.org/tag/omamezala/
https://iafrika.org/tag/abafileyo/
Kusho ukuthini ukuphupha umuntu ongasekho engcatshwa?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomngcwabo
Ngcela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umkhulu wam ongasekho umvulela i gate angene maqede wangi huger ngamfaka endlini
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngekhehla noma isalukazi
Ukuphupha umuntu osashona esebenza kusho ukuthini
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomsebenzi
Kusho ukuthini ukuphupha nabazali bakho abangasekho nehleli nonke ndawonye kumnandi kanye nesoka lakho
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomndeni nezihlobo
Ukuphupha ufake ubuhlalo bezangoma
Kuchazani ukuphupha umuntu owawu thandana naye ephila ethi akaze washona??
Ngiphuphe ngilele by the road side then ngavuka kungani nginamahloni and I was greeted by umuntu engafunda naye ePrimary osewadlulayo emhlabeni ekhuluma amazwi okuthi she didn’t die, she was sleeping nje. Then mina I started to fix my blankets as if preparing to go with the primary school friend who passed on
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngabangane
Kuchazani ukuphupha ngi guqe ezinyaweni za gogo wami ongasekho emhlabeni.
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngekhehla noma isalukwazi
Ukuphupha uphunyelw izinyo ulinike owakini ongasekho kuchazani
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemilomo
Ukuphupha inkomo igwaza imfowenu ophe igazi kodwa engafi aphile. Kuchazani
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngegazi nokopha
Ukuphupha ulungwa inja
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngenja
Sawubona
Becela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha umama ka muntu othandana naye, kodwa futhi umama wakhe sewashona
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngomamezala
Ukuphupha uya emngwabeni kamama wakho ongasekho?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngomama
Ngicela ukubuza ukuphupha ubaba wam ongasekho emhlabeni ngimphupha engath ugwaziwe entloko egwazelwa khona endlini ekhaya then kube sengathi siyambona manje sifuna ukumthoba ngoba Kade opha kuchaza ukuthini
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngobaba
Amaphupho ngengozi nokulimala
Ngibingelele. Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini uukuphupha ugogo ehlakulela amadumbe ensimini yakhe futhi amadumbe akhe abukeka eluhlaza emahle. Mangifika khona athi usekhathele emva kwalokho athule anyamalale.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokuhlakula
Ngiphuphe isoka lami likhala licabanga ukuth ngiyalijolela,umama walo (ongasekho) edinwe egane unwabu,kuchaze ukuthini lokho?
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokuzwa ukukhala
Ngicela ukbuza kushobi ukuphupha uhamba nomamkhulu wakho okade eyisangoma, ekuxoxela into embi ayenzile mase ethi bazombulala, bavede banthathe bambulale ngempela bamsike emqaleni phamb kwakho and before bemubulale uye wakhumula iziphandla nobuhlalo bakhe wanginika bona kanye ne phone. Mase ngakhala sebembulalisa okwe mbuzi. Sewashona yena vese and uyafika emaphushwen am, abuye afike ethuli abuue afike ediniwe ekhulumisa mina ngedwa🥺
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngekhehla noma isalukwazi
Kusho ukuthini ukuphupha uya emngcwabeni wamawakho uma uthi uyomlanda emzini ekade ekuwona ufke uthole ukuthi akashonile kodwa uyagula ngekhanda niyathethisana naye uma nikhuluma ngoba akasazikhumbuli izingane zakini, uma kodwa washona ngo 2002
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngemingcwabo
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umngcwabo womuntu osashona.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngemingcwabo
Ukuphupha umutu wasona ubona ethuneni lakhe
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngamathuna
Ukuphupha umuntu osengasekho ebukekha e jabulile lapho ekhona, kuchaza ukuthini
Kusho ukuthini ukuphupha bakulalise wedwa endlini yakwagogo yotshani?
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngendlu yotshani
Sawubona ngicela ukubuza lichaza ukuthini iphupho la ophupha khona uMalume wakho nihamba naye endaweni yangakini koMalume ekuchazela ngendlela abakhule ngayo endaweni manihamba ibuye ishinshe indawo ingafani nale oyaziyo kodwa uyabona ukuthi nisakhona ngakoMalume nibone idwala nomfula ogelezayo kunezingane ezibhukuda phakathi zihamba nawo umfula kodwa zijabule azikhali futhi awuzazi. Njengoba uphupha uMalume akaveli ephushweni , awububoni ubuso bakhe kodwa uyezwa ukuthi uyena noma ekhuluma ephupheni izwi lakhe .. uyezwa meseceleni kwakho noma ephambi kwakho manihamba kodwa awumboni
Uma uphupha bekudubula esiswini
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesibhamu
Ngicela ukubuza, kusho ukuthini mawuzophupha uMah osewashona sihambe singena ezitolo, mayezama ukungithengela into kunhenzeki. Lokhu kwenzeke kathathu.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokuthenga
Ngicela ukbuza kuth kusho ukthini ukuphupha umama wakho osashona egula ngekhanda
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngokugula
Ndicela ubuza kusho ukuthini Uma uphupha umntu ongasekhoyo ekubetha.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokubeletha
Ngicela ukubuza uma uphupha umngani wakho ongahlobene naye osewashona kodwa umphuphe ephila kudala ashona kodwa ayipheli inyanga ngingamphuphanga
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngabangane
Ngisacela ukbuza ukuthi kusho ukthini ukuphupha ubab’ omncane wakho who has passed away ejabule kakhulu, ephethe ibox yama khekhe abhakiwe, athi thatha Elilodwa waphinde wathi ngithathe elilodwa for ingane yam and then ngawadla ow-2.
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokudla
Ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha uhlezi phansi uma uthi uyasukuma kuvele izinyo ka eziningi ezincane eziqeda kuzala zinombala ofana negundwane eliqeda kuzalwa. Bese utshela umuntu ohlezi naye ukuthi kushukuthi kunomama wazo kulendlu emva kwa lokho bese uyazipitshiiza zonke. Uma ngiphenduka ngibone unina wazo omnyama onemibala emhlophe.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyoka
Ngiphuphe ubaba wengane yami ongasekho emhlabeni ngathi ungikhombisa ubuhlalu obu blue nd white ebufake emqaleni nginaboke Nami ngibufake khona emqalen,ethi buka ubuhlalu bami bufana nobakho,but bekungathi si happy cz uze wangicabuza ubefake izivatho zenkonzo
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngesonto
Kusho ukuthini Uma uphupha amakhandlela a blue esemsnzini acwebili
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngekhandlela
Izizathu eziningi zokuthi uphuphe ngaManzi
ukuphupha kuthiwa emzini labewuhlala khona abangasekho bakhona abafuthi ube nenye indoda