Ukuzalwa komntwana ngokwesiko lakwaZulu

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Endulo kwakungabelethwa ezibhedlela njengoba sekwenzeka manje. Kwakuthi lapho owesifazane ezethwele, wayezila izinto ezithile njengokugcogcoma sekuhlwile ukuze avikele lomuntu ongaphakathi kwakhe. Kwakukholelwa ekutheni ukuzethwala yinto ebucayi, ngakho loyo ozethwele kumele acophelele. Uma kuzobelethwa umntwana, kwakuyaye kube ogogo nalabo besifazane asebekhulile ababelethisayo. Ababelethisi yibona ababebheka yonke into eyenzekayo uma owesifazane ebeletha ukuze uma kukhona okungahambi kahle, bazise … Read more

Amaphupho ngezingane ezincane

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Kusho ukuthini ukuphupha ingane encane? Uma ubona ingane encane ephusheni lakho ilele ngamadolo kungasho ukuthi uzoba nesivakashi maduzane. Uma ingane izichamela noma izingcolisa uyibambile, lokho kungakhomba inhlanhla uma wena ingakungcolisi kodwa kukhombe ibhadi uma ingane ikungcolisile. Uma uphupha umuntu obuthandana naye elethe ingane yenu kuwe, lokho kungasho ukuthi kukhona inkulumo esele noma loyomuntu usenesifiso sokuthi … Read more