Asho ukuthini amaphupho ngemisebenzana? Lokhu kuhlanganisa ukuphisa utshwala, ukuphehla ibhotela, ukuklina, ukumba, ukugaya izimbewu, ukuvuna, ukuhlakula, ukuwasha izingubo, ukusenga, ukuthunga, ukushanela nokuphica.
Amaphupho ngokuphehla ibhotela
Uma uphupha ukuthi uphehla ibhotela kusho ukuthi uzophumelela ngenxa yokusebenza…
Amaphupho ngokuhlanza
Uma uphupha ukuthi uhlanza indlu yakho kusho ukuthi uzoba nezimali…
Amaphupho ngokumba
Uma uphupha ukuthi uyamba engadini yakho ngemvamisa kuwuphawu oluhle. Kusho…
Amaphupho ngokugaya izimbewu
Uma uphupha ukuthi ugaya izimbewu kusho ukuthi kunezinto ezinhle ezizayo…
Amaphupho ngokuvuna
Uma uphupha ukuthi uvuna izithelo kusho ukuthi uzophumelela ezintweni ozenzayo….
Amaphupho ngokuhlakula
Uma uphupha ukuthi uyahlakula engadini yakho kusho izinto ezinhle kuwe….
Amaphupho ngokuwasha izingubo
Uma uphupha ukuthi uwasha izingubo qaphela kusho ukuthi kungenzeka ulahlekelwe…
Amaphupho ngokusenga
Uma uphupha ukuthi usenga inkomo kusho ukuthi uzophumelela ngokweqile futhi…
Amaphupho ngokuthunga
Uma uphupha ukuthi uthunga izingubo kuwuphawu oluhle kakhulu uma uqeda…
Amaphupho ngokufaka isitashi ezingutsheni
Uma uphupha ukuthi ufaka isitashi ezingutsheni uzoshada indoda esebenza kanzima…
Amaphupho ngokushanela
Uma uphupha ukuthi uyashanela kuwuphawu oluhle ngekusasa lakho. Okuhle kuyeza…
Amaphupho ngokuphica
Uma uphupha ukuthi uphica icansi lomuzi wakho kusho ukuthi indoda…
Sanibon Ngyabonga ngempela lemiyalezo engyithola mihla namalanga mhle umsebenze thokozan bogogo Nan bomkhulu