Amaphupho ngokuphalaza/ukuhlanza
Ukuphupha umuntu ongasekho ephalaza noma ehlanza kungaba wuphawu lokuthi uwumuntu osephelelwe, odlula ezikhathini ezinzima noma kungase kube nesifo ekhaya. Kwesinye isikhathi kungasho ukuthi uzoba nokukhululeka ezimweni ebezingakuphathi kahle. Ukuphupha ubona omunye umuntu ehlanza kungaba wuphawu olusho ibhadi lungasho nokuthi ungase uhlangane nomuntu ongamthandi. Kwesinye isikhathi kungasho ukuthi kubalulekile ukuthi wehlulele umuntu ngesimilo sakhe, unganaki amazwi. Uma … Read more