Amaphupho ngokuphalaza/ukuhlanza

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ukuphupha umuntu ongasekho ephalaza noma ehlanza kungaba wuphawu lokuthi uwumuntu osephelelwe, odlula ezikhathini ezinzima noma kungase kube nesifo ekhaya. Kwesinye isikhathi kungasho ukuthi uzoba nokukhululeka ezimweni ebezingakuphathi kahle. Ukuphupha ubona omunye umuntu ehlanza kungaba wuphawu olusho ibhadi lungasho nokuthi ungase uhlangane nomuntu ongamthandi. Kwesinye isikhathi kungasho ukuthi kubalulekile ukuthi wehlulele umuntu ngesimilo sakhe, unganaki amazwi. Uma … Read more

Izindlela zokusetshenziswa komuthi wesintu

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ukugquma Uma ugquma kumele uguqe ubheke emnyango khona nezifo zakho zophuma kuwo zingazinzi futhi nento oyigqumelayo iyacaca, ubonakale umehluko uma wenze kanjalo. Kuthiwa uma uqeda ukugquma kumele lokhu okade ugquma ngakho ukuchithe ngasesangweni noma ekupheleni kwegceke ukwenzela ukuthi lowo okuthakathayo uma esaqhubeka nokuza ezothela lapho kini abone isithunzi sakho ngesikhathi ezothela bese ejika engasathelanga ngoba … Read more