Uma uphupha ubona umyeni noma unkosikazi wakho, kusho ukuthi uzophumelela ezintweni ozenzayo – ikakhulukazi emsebenzini. Uma ungowesifazane oshadile uphupha ukuthi ulwa nomunye wamakhosikazi omyeni wakho, kusho ukuthi uzama ukunihlukanisa nomyeni wakho. Uma uwina manilwa, kusho ukuthi imizamo yakho ayisebenzi noma umuthi wakhe awunawo amandla anele.
Ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha uphakela umyeni wakho ukudla endaweni engathi uhleli namakhosi
Sawubona,sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngokupheka-ukudla-nokuphuza/
Sawbona kuchazani ukphupha uzolotsholwa uvele uhlala emzini Koda kuvele kufike abantu ongabazi neyinkomo bazokulobola
Sawubona, nansi incazelo esondele esinayo
https://iafrika.org/amaphupho-ngomshado/?highlight=amalobolo
Ngiasacela ukubuza if uphupha umamawakho ongasekho emhlabeni ekupha ingane encane kunchazani and ngifike ngiyiphathe
Ngicela ukubuza uma uphupha umuntu wesilisa othandana naye ekushaya ngebhandi phambi kwe ngane yethu
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokushaya
Ngicrla ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uluka indoda othondana nayo ekhanda kungathi ibisekhaya kini?
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngezinwele/
Hy cela ukubuza chazani ukuphupha udakiwe
Chhazani ukuphupha ubaba wengane esenahlukana
Ngyabingelela ngcela ukbuza kuth kusho ukthin if indoda yakho iphupha omunye muntu omdala emnika amaqanda amabili.