44 thoughts on “Amaphupho ngomshado”

  1. Ngicela ukubuza kuchaza ukuthini ukuphupha ufonelwa umuntu othandana naye ethi angilungise ingubo yomshado ngoba kusasa sizoshada, ethi angilungise nje ngilungiselele wona umshado kodwa ekhaya kungezi abantu abaningi?

    Reply
  2. Sanibona, ngicela ukubuza Uma umuntu okungesiye owakini ekuphupha ushoda kodwa umakoti wakho lo ozoshada naye ephumela kubo (kubo kwalo ophuphayo eningahlobene naye) engqokela khona elungiselela umshado?

    Reply
  3. Sanibona, ngicela ukubuza Uma umuntu okungesiye owakini ekuphupha ushoda kodwa umakoti wakho lo ozoshada naye ephumela kubo (kubo kwalo ophuphayo eningahlobene naye) engqokela khona elungiselela um shado?

    Reply
  4. Sanbonani
    Ngcel ukbuza ngiphuphe ngikubokamuntu engithandana naye,ubhut wakhe engijabulela ehamba engethula kwabanye kade bekhona,ngangena endlini kukhona umawakhe nomunye nabo bajabula

    Reply
  5. Sanibona ngicela incazelo ngiphuphe nginika ring EX yami engangithandana nayo ngiyinika Iring yegolide ne silver yajabula, salungisela umshado wesizulu sashada saze sa mover in ndawonye?

    Reply
  6. Kusho ukuthini ukuphupha isoka likumemile emshadweni mawufika libize abantu ukuba bayokudlwengula

    Reply
  7. Sanibonani, kusho ukuthini ukuphupha uzoshadwa yingane yenkosi ephethe indawo? Kodwa bekugcwele ogogo bendawo beqgoke isiTswana ngenkathi bengiqgokisa imvunulo yabo yesiTswana. Emva kwalokho, ingane yenkosi beyingekho into bekefuna ngiyiswele, ubengithengele konke kwalomhlaba 🤷🏽‍♀️

    Reply
  8. Sanibonani khutsho ukhuthini umuntuwakho akhuphuphe nitshada khunabantu abaningi (khudala satshadaminanaye)

    Reply
  9. Sanibona ngiphupha kuzoba wum shado wam umuntu bengizoshada Naye ngimbonile kodwa akuyena umuntu engithandana Naye wumuntu nje engimaziyo. Umshado azange uqhubeke azange ngifike esontweni noma ngigcoke lelo rogo (dress)

    Reply
  10. Sanibonani kusho ukuthini ukuphupha ugogo ozala ubaba womuntu othandana naye efika endlini yendoda akufice ajabule kodwa ube ungamazi

    Reply
  11. Ngiphuphe ngishada nomakoti wami oseshonile, sinabantwana ababili kodwa ushone ngisamcelile, senginqume ukuqhubeka namalobolo wahlabeka wadlula emhlabeni. Bekukuhle sijabule umshado wahamba kahle, kusinwa. Ngicela ukubuza lichaza ukuthini lelophupho.

    Reply
  12. Ngzocela ukbuza Uma ngiphupha ugogo womuntu engithandana naye engena ekhaya kithi afike athi ukhathele kudala ehamba ulambile….bese emva kweskhashana kungenze ugogo wami naye athi ukhathele kudala ehamba ulambile Kube ngath uyohlala ngasemsamo kodwa kuphinde Kube ngath bahlala bobabili noalo omuny ugogo.

    Reply
  13. Sanibonani. Ngicela ingcazelo. Khona othi ungiphuphe ngamukela umshado. Ngabe kuchaza ukuthi loko. Ngiyabonga

    Reply
  14. Sanibonani

    Ngisacela usizo ngiphuphe ngiphuphe ngigqoke ingubo eyomshado ngigijima ngathi ngbuya ehlane ngyothandaza

    Reply
  15. Nģicela ulwazi ngephupho lami. Ngiphuphe ubaba wontanami esisizwana naye eshada kodwa ubungaqhubeki umshado kwavela ukuthi kumele abize mina azoxolise angazise uyashada mangifika kubo ebaleni kunetende elikhulu ufake isudi umi phambi komfundisi umakoti befake ivail evalile ebsweni angimbonanga. Mangifika wavele wakhala exolisa ukuthi akangitshelanga. Ayike ngakusasa ngiphinde ngiphuphe engathi sekuwumabo mekubizwa izingane zakhe zizokwabelwa nami ngibizwe ukuthi ngizokwabelwa athi yena uzochaza ngami ngididekile angaz kuchazani

    Reply
  16. sanibona kusho ukuthini ukuziphupha ushada nomuntu othandana naye kodwa abazali bengajabulile

    Reply
  17. Ndicela uncedo ndiphuphe ingathi ndikulo boyfriend wam ingathi kufika otata nomakhulu omnye..leboyfriend yam isuke idwanduluke ithu ufuna unditshata ngk atsho sephethe amadakhi…ndibe mna ndiserumini kungene umama wakhe sephethe ilaphu elimnyama andigqume ngalo amehlo athi akafuni abantu balapha bayazi ukuba mna ndiyazazi ukuba ndizatshata ufuna ibengathi bendingayazi bayandiba …ahambe nam ke siye kweligumbi linabantu afike andikhulule elilaphu limnyama ndichophe emvakwecango kodwa andihlelanga ekhukweni ndihleli ngaphaya kwalo…kuthethe umnye utata kwabatata athi yintn naniybonaphi le niyenzayo kuthen lomntana ehleliswe phantsi kodwa ikhuko likhona ..aphakame lomakhulu anlisondeze kum elikhuko ndihlale kulo ke…ingathi kengk lomakhulu uyandiyala uyathetha kuthi kusenjalo kuphele ibranti ibiselwa ngabatata ngku kumele kuyothengwa enye kwaye akekho umntu oyaziyo lendawo ithengisa ibranti..kuthwe mandihambe ke nomntana omncinci walapha siyothenga .. sibuye nayo xasifika bathi abatata abayiseli le sizenayo kwaye kengoku asikwazi uba singayijikisa yahlala apha phambikwabo abayihoya lebhotile bancokola..kuthe kusenjalo athi lomakhulu makabe endinxibisa lamadakhi qa xa ndilijonga elidakhi lifutshane ayilolonxitywa ngumntu otshatileyo ndithi kule boyfriend yam makalijikise…wathi lomakhulu makangalijiki makayothenga elinye elide elilifutshane ndizolinxiba xa sekukudala ndisemzini ndothuka

    Reply

Leave a Reply