Ukuphupha utheza umyaba wezinkuni kusho isifo, kusuke kuzodlula emhlabeni umuntu omaziyo, ngokujwayelekile kuba wumuntu ongumakhelwane. Akusikho kodwa ukuphupha ngokutheza okusho isifo, maningi amanye amaphupho okufa angabikezela lapho kungase kudlule khona othile emhlabeni.
- Amaphupho ngehlathi.
Uma uphupha utheza iinkuni kodwa ungade uzithwale , ubone abantu abaninzi bethwele iinkuni begoduka kodwa bafike beme ngakuthi no sisi wam olama mina
Sawubona, sicela ubheke lapha:
https://iafrika.org/amaphupho-ngezinkuni/