Skip to content
iAfrika
  • Amaphupho nezincazelo zawo
  • Amasiko
  • Izinganekwane
  • Izaga nezisho
  • Umlando nezithakazelo
  • Ukwelapha ngokwesintu
  • Ukudla kwesintu
  • Umdlalo wezaga

Theza

Amaphupho ngokutheza

ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso

Ukuphupha utheza umyaba wezinkuni kusho isifo, kusuke kuzodlula emhlabeni umuntu omaziyo, ngokujwayelekile kuba wumuntu ongumakhelwane. Akusikho kodwa ukuphupha ngokutheza okusho isifo, maningi amanye amaphupho okufa angabikezela lapho kungase kudlule khona othile emhlabeni. Amaphupho ngehlathi.

THUMELA

  • Share on WhatsApp (Opens in new window) WhatsApp
  • Tweet
  • Email a link to a friend (Opens in new window) Email
Tags Theza

  • isiNdebele
  • isiXhosa
  • KiSwahili
  • Sepedi
  • Sesotho
  • Setswana
  • siSwati
  • Tshivenḓa
  • Xitsonga
  • Yoruba
© iAfrika 2026 | Privacy Policy | Powered by iAfrika Digital