24 thoughts on “Amaphupho ngamaworintshi”

  1. Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha utoha uthandwa umlungu wakho ninomngan wakho bese omunye ukha ama-orienge amaningi angiphosele ngiwafihle ngithi angifun bewabone abelungu ngoba bazong’xosha

    Reply
  2. Ngiyabingelela, ngicela ningipha izincazelo ngamaphupho alandelayo!

    1. Kuchaza ukuthini ukuphupha umama wakho ethi uzokwenzela umemulo kodwa ungamtsheli ubaba wakho, ubaba wakho eqhamuke esethi kulungile ngoba niyangifihlela kepha engatshelwanga muntu?.

    2. Kuchaza ukuthini umzali wakho, umama wakho uma ekuphuphela ulotsholwa uma sekwabiwa izinto kepha yena engatholi lutho?.

    3. Kuchaza ukuthini ukuphupha uhlanza indlu yangasese engcolile , ingcoliswe ngokaka la kuhlalwa khona?.

    Reply
  3. Ngiyabingelela

    1.Ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha impophoma emhlophe ende kakhulu ingeyodwa futhi ziningi kodwa zihlukene .

    2.ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha usesibayeni urawonda insika yesibaya ungajahile ungafakile nasezinyawen

    Reply
  4. Ngiphuphe omunye ubaba enginga mazi engidayisela Ama worintshi emaningi futhi emakhulu ewafake emasakeni

    Reply

Leave a Reply