Uma uphupha ukuthi udla amaqanda kusho ukuthi uzoba nempumelelo emsebenzini noma esikoleni. Kodwa uma amaqanda ebolile kusho ukuthi kuzoba nenkathazo empilweni yakho.
Leli iphupho incazelo yalo engahlukaneseka kabili,okuya ngesimo sawo amaqanda osuke uwaphuphile, kodwa isisekelo salo sikwimpumelelo.
Ukuphupha amaqanda afile – Kusho ukungaphumeleli kulokho okwenzayo noma obuhlose ukuqala ukukwenza, kungaba ngokwemfundo, umsebnzi, ibhizinisi, uthando njalo njalo.
Ukuphupha amaqanda angafile noma asechamiselile – kusho ukuphumelela kulokho okwenzayo noma osezinhlelweni zokukufeza. Kanti uma engafile efukanyelwe isikhukhukazi kuchaza ukuthi izinhlelo zakho zivikelekile, abukho obungozi obungase bulimaze ozama ukukwenza.
Kuchazami ukuphupha uphihlixa amaqanda amabili sakuwathosa bt ngigcine ngingathosanga emva Kealakekua ngathatha I shell yawo ngayfaka emlonyeni ngabuye ngaykhipha futhi.
Mina bengifisa ukwazi ngokuphupha ulithosa iqanda kodwa manje indlela elithoseka ngayo lingena lonke ne cover yakhona umangithi ngenza elesibili nalo futhi kodwa ke manje lona seliyanuka
Mina bengiphothula amagobongo sinquma izinkukhu ngamunye.. Le yokugcina yakhipha iqanda.. Likhona angazi kusho ukuthini.. Noma ngilidle iqanda
Kusho ukuthini xa ubona kuphihlizwe amaqanda amaninzi phantsi bt kuphihlizwe lendawo imhlophe eqandeni ndihamba phezu kwayo
Kusho ukuthini ukuphupha amaqanda amakhulu esemsamo ebekwe kudelifudi
Kusho ukuthini ukuphupha uthola amaqanda ephihlikile bese ulahla wonke lezo ngebhezi Ku sale amabili aphilayo n bengihamba nogogo wami ongasekho
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni
Nginukelwa ngamaqanda angiphuphi. Konke la ngihamba khona
Kushoni ukuphupha udla amaqanda abilisiwe.
kusho ukuthini ukuphupha isikhukhukazi sinamatshwele amhlophe emaningi
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenkukhu
Kuchaza ukuthini ukufa kweqanda
Kuchazani ukuphupha udla amaqanda aphekiwe
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokudla
Ngiphuphe ngishaya amaqanda esitsheni kungathi ngifuna ukubhaka emahle ngize ngiwakhothe like ukuwaphuza
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokuphuza
Mina ngiphathel amaqanda nje amaningi
Ngiphuphe ngiphuza amaqanda ahlaza ngicela incazelo
Uma uphupha ukuthi udla amaqanda kusho ukuthi uzoba nempumelelo emsebenzini noma esikoleni. Kodwa uma amaqanda ebolile kusho ukuthi kuzoba nenkathazo empilweni yakho.
Kusho ukuthini ukuphupha amaqanda enyoka, ivele iqhamuke ikushaye unyawo
Cofa lapha uthole ulwazi ngephupho lakho https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka/
Kusho ukuthini ukuphupha amaqanda enkukhu ngifuna ukuwathatha kodwa kwaqhamuka ugogo wangibekisa wona??
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngenkukhu/
ngiphuphe ngenza i scrambled eggs besisihle but angazi bemgisenzela bani ngoba angisidlanga futhi, ngabe kuchazani?
Guyz ngiphume ngithole ngamaqanda amabili amakhulu nabathathu amancane kungathi ase khathonini uma ngilinyakazisa lelikhathon ayanda amaqanda kuthe kuzangimangaza lokho ngiphinde futhi ngilinyakazise ayengokwandafuthi lamaqanda uma anda amaqanda leli elikhulu liyancipha kodwa ngesabile ukuwadla kungabe kuchazani lokhu
Ukuphupha abantu bebase umlilo omkhulu bewotha bona
Nanti-ke le ndaba emayelana namaphupho omlilo: https://iafrika.org/amaphupho-ngomlilo/
Kusho ukuthini ukuphupha wenza iscrambled egg
Uma kuwumuntu okuphuphe udla amaqanda ungaziphuphelanga kuchaza ini?
Mina ndiphuma sekuthiwa zendirentelwe iqanda
Ngibingelele; ngisacela incazelo yaleli phupho. Ngiphuphe ngithenga amaqanda awu 30, ingabe into enhle or embi?
Ngiphuphe ngiphethe itray yamaqanda then 1 fell and broke but the rest emahle
Kuchazani ukuphupha amaqanda afile
NGIPHUPHE NDIHAMBA ETHAFENI NGABONA AMAQANDA WE OSTRICH (INCINIBA) NGAWACHOLA KODWA BNGESABA UHLANGANA NE NCIBA NGATHATHA ELINYE ELINYE LASALA
Ngicela ukubuza ngiphuphe ngiphihliza amaqanda kodwa ngagcina ngingaeadlanha. Ngicela incazelo ngiyabonga
Nansi incazelo lapho uphupha ngokudla: https://iafrika.org/amaphupho-ngokudla/
Ngiphuphe amaqanda aneskhumba esithambile esingaqinile amaningi
Ake ubheke nalu olunye ulwazi: https://iafrika.org/amaphupho-ngesidleke/
Bengilambile kuleliphupho ngabona amaqanda amahle
Bheka nazi izincazelo lapho uphupha ngokudla: https://iafrika.org/amaphupho-ngokudla/
Ngiphuphe ngishaya amaqanda iningilawo abe right kodwa kwabakhona leli nje elilodwa engithe ngiyalishaya kwaba ngathi alisekho right kodwa belinganuki futhi belingakobi munyama ukungabi right kwalo bekuwukuthi isikhuphashi sakhona sesimanzi okubonakalisa ukuthi bese liqala ukonakala, ingabe kuchaze ukuthini loku?
Usufundile nje ukuthi uma uphupha amaqanda abolile kusho ukuthi kuzoba nenkathazo empilweni yakho. Mhlawumbe funda lapha: https://iafrika.org/amaphupho-okunqoba/
Ngiphuphe amaqanda and amanye ehlephuje phakathi kodwa ngiwaphethe kahle engathithekile
Ndiphuphe umntu wesilisa oyisangoma ethi udiniwe mandimqabe ngeqanda alpha emagxeni wakhe ndibebumrabha