Amaphupho ngamaqanda
Uma uphupha ukuthi udla amaqanda kusho ukuthi uzoba nempumelelo emsebenzini noma esikoleni. Kodwa uma amaqanda ebolile kusho ukuthi kuzoba nenkathazo empilweni yakho. Leli iphupho incazelo yalo engahlukaneseka kabili,okuya ngesimo sawo amaqanda osuke uwaphuphile, kodwa isisekelo salo sikwimpumelelo. Ukuphupha amaqanda afile – Kusho ukungaphumeleli kulokho okwenzayo noma obuhlose ukuqala ukukwenza, kungaba ngokwemfundo, umsebnzi, ibhizinisi, uthando njalo … Read more