Uma uphupha ukuthi udla ama-aphula kusho ukuthi kunezinto ezinhle ezizayo kuwe ngaphandle uma uwanambitha uthole ukuthi amuncu. Lokho kusho ibhadi ekusaseni lakho.
- Amaphupho ngamagrebhisi.
- Amaphupho ngama-plamu.
Uma uphupha ukuthi udla ama-aphula kusho ukuthi kunezinto ezinhle ezizayo kuwe ngaphandle uma uwanambitha uthole ukuthi amuncu. Lokho kusho ibhadi ekusaseni lakho.
Ukuphupha umngan wakho akupha ama apples
Ukuphupha amapheya emaningi emahle esihlahleni sawo bese uyakha uthi amnandi kakhulu lawa awafani namanye kusho ukuthini
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngezithelo
Ubhuti uphuphe ngidla ama ampula ngabe kuchazani
Cela ukubuza kusho ukuthini Uma uphupha uthunyw ama strawberry, ama aphula kuthi yowa thenga esitolo?
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngezithelo
Kusho ukuthini ukuphupha ubaba womuntwana wakho edayisa inyama yangaphakathi
ayimbele phansi sakuyibeka ukuthi ingonakali engenalo ifrigi?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyama
Ngicela ukubuza kuyini ukuphupha umnakwenu nendoda yenu bedla amagrebhisi bese oweslisa awanike wena angadli yena aphume usale nomnakwenu niwadle nobabili uma esephumile akufonele athi thatha imoto uhambise umnakwenu asuke la liyangihlupha lephupho selize langiphinda
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngokukhulelwa/
Zothola promotion emsebenzin
Kusho ukuthini ukuphupha ukhelelwa amapetshisi amahle ngumuntu osashona wakini ekupha wona
Nanti esinayo ngamapentshisi: https://iafrika.org/amaphupho-ngepentshisi/
Uma uphupha unyuka ama steps kuleft wakho kunabantu nakhona bame ulayini wena uyanyuka naku right unanimity nakhona uphethe ama fruit ngesandla khona ne aphula kwangathi ngipha uhlanya iaphula elilodwa obese ngiyaqhubeka nginyuke uhlanya lwangibuza lwathi why upha mina aphula ungaphi laba ngathula ngafika phezulu kwangathi ngiyocela yoghurt kumlungu ongiqashele kuklina