Amaphupho ngamaSimu
ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso
Ukuphupha insimu yokulima izitshalo kusho ulaka lwabaphansi, lolulaka lungachaza ukunganeliseki kwabo ngokuthile okwenzeka ekhaya noma okumele engabe kuyenzeka noma kwenziwe kodwa akwenziwa.