Amaphupho ngolwandle

Uma uphupha ubona ulwandle kuyinhlanhla uma amagagasi ezolile kanti ishwa uma egubha ngokhahlo. Uma amagagasi emakhulu futhi ekushaya ekuwisa kusho ukuthi kofanele usebenze kanzima ukuze uphumelele. Uma uhamba phezu kwamanzi kusho ukuthi uyoba nempumelelo kokwenzayo ikakhulukazi uma ushada. Izizathu eziningi zokuthi uphuphe ngamanzi. Amaphupho ngokubhukuda.