Uma uphupha ubona isiliva, imali eyisiliva, noma izinto ezenziwe ngesiliva; lokho kuwuphawu oluhle. Kusho ukuthi uzoba nenhlanhla futhi ube nomshado onenjabulo uma kunguwena owemukela izinto zesiliva. Uma omunye umuntu ethatha kuwe izinto zesiliva, lokho kusho ukuthi uzoba nebhadi kumbe nomshado ongenayo injabulo.
▪️Kusho ukuthini ukuphupha ngesiliva?