Uma uphupha ukuthi unikwe izingubo ezingcolile noma ubuzwe ukuthi uwashe izingubo kodwa amanzi angcolile kusho ukuthi kukhona ozama ukuthakatha umuzi wakho.
- Amaphupho ngokuwasha izingubo.
- Amaphupho ngokungcola nokuhlanzeka.
Uma uphupha ukuthi unikwe izingubo ezingcolile noma ubuzwe ukuthi uwashe izingubo kodwa amanzi angcolile kusho ukuthi kukhona ozama ukuthakatha umuzi wakho.
Kusho ukuthini ukuphupha umuntu ongasazwani naye ewasha izi pahla Mina ngiphulisha ngine ka?
Sanibona cela ukubuza kuchazani ukuphupha ukhipha izingubo emgodini ebekade zigqitshwe kuwo
Cofa lapha ukuthola incazelo yephupho lakho Amaphupho ngomgodi
Kuchazani ukuphupha umuntu ewasha izingubo nokulala.
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngokuwasha izingubo
sanibonani ngcela ukubuza kuchazani umuntu othandana naye elethe ingane encane yakho eyigezile iyinhle kodwa yena engcolile egqoke izimpahla ezinkulu kunaye futhi edakiwe.
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngokugeza
Ngiphuphe ngineka izimpahla zokugqoka eziningi angizikhumbuli ukuthi bekungezabani ngisizwa izingane zami kukhanya emnyango saphinda sazithula sekumnyama ingabe kuchazani lokhu
Kuchazani ukuphupha isangoma osaziyo sihamba nawe sisahamba kuvele izilwane zisigijimise singene ipassage zinyamalale masibuyela endlini sekune twasana ngathy sengilinika umthetho was phehlweni
Ngisacela ukubuza ukuthi kuchazani ukubona umzali wakho ehanjelwe ingqondo, suke lapho ethunjwe?
Cofa lapha ukuthola incazelo https://iafrika.org/amaphupho-ngokulahlekelwa-wumqondo/
Kuchazani Ukuphupha umuntu owawumganile engcolile
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngokungcola-nokuhlanzeka/
Kuchaza ukuthini ngaphupha bengixoshile ekhaya ngahamba ngahlala kamakhelwane, kamakhelwane bangihlupha bengiwashisa izimpahla. Ekhaya kwashada usis wami egqoke ingubo emhlophe but umshado wawungena ekhaya instead of ukuthi uphume. Mina ngangimi kamakhelwane ngibuka ngoba bangixosha ekhaya
Kuningi okwenzakalayo ephusheni lakho, ake ubheke nazi izincazelo kulezizigaba ubone ukuthi ngeke yini ucoshacoshe okungakukhanyisela. Bheka lapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngomakhelwane/ Nalapha: https://iafrika.org/amaphupho-ngokuwasha-izingubo/ Kanye nalapha futhi: https://iafrika.org/amaphupho-ngengubo-yomshado/