Amakhanda Amakhaya Amaphunga Imali Imicimbi Imicimbi yesintu Imifino Imililo Imishado Inyama Izaga Izikhathi Izilwane Izimbali Izinambuzane Izindawo Izinganekwane Izingubo Izinhlanzi Izinja Izinkomo Izinqola Izinyoka Izinyoni Ukubhukuda Ukudla Ukuhamba Ukukhubazeka Ukuphonswa Ukuzwa

Sesha

Amaphupho ngokuqabula

Uma uphupha ukuthi uqabula uphathina wakho, kuyibhadi ngoba ubudlelwane benu buzophela maduzane. Uma kungumyeni noma unkosikazi wakho, kungenzeka bathandane nomunye umuntu. Uma nje kungumuntu omuhle, kuyinhlanhla futhi kusho ukuthi kukhona ozokusiza uphume enkingeni maduzane.

3 thoughts on “Amaphupho ngokuqabula”

  1. Uma uphupha unezimbali ezinhle, uzitshala wena. Uzichelela zizinhle egcekeni kini. Ngcicela incazelo

  2. Sawubona admin. Ngivuka nephupho la, ngiphupha ngishayela isikuta, maqede ngeqa I robot selibomvu, ubeseceleni kwami engaphi ubezama to warn me that the a police around, while I was in the middle of the robot, I didn’t have any choice but to continue, when I get to the other side of the robots amaphoyisa abebegcwele phambi kwami behamba ngezikuta nabo, they wanted my license ngabanika eyokushayela imoto, langithatha iphoyisa lesifazane langisa egumbini thize kodwa lingangi bophanga ngozankosi, ngalicela ukushayela ekhaya lavuma, ku phone benginga tholi number yamuntu nje, sengethembe ukuthi ngizoshayela isoka lami ngoba lihlezi linozizo, nginga khathazekile ngangako ngoba ngithi nje ngathola indlela yokuthola isoka lami lizongikhipha khona namhlanje ngoba iphoyisa belithe icala liyoze lithethwa ngomsombuluko ngoba umqhibelo namnhlanje. Nguzame ukuqamulela admin ngicela usizo ave lingithusa

Leave a Reply

Joyina mahala. Uthole konke okwenzeka kwi-Afrika mase, uthole ne-ringtone yezithakazelo zakho.