Amaphupho ngenyamazane

Uma uphupha ubona inyamazane ngokujwayelekile kuwuphawu olubi. Ukuyibulala noma ukuyizingela kusho ukuthi uzolahlekelwa okusemqoka maduze – okungaba ngisho umsebenzi wakho. Isikhathi esiningi kusho ukuthi uzohlangabezana nempikiswano enkulu nomunye umuntu khona maduze.

19 thoughts on “Amaphupho ngenyamazane”

  1. Mine ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha ubona izinyamazane ezimbili besekuqhamuka inja izilume izibulale

    Reply

Leave a Reply