Amaphupho ngedube

Uma uphupha ubona idube kusho ukuthi kufanele uzinakekele kungenjalo uzogula. iAfrikaAmaphupho, Amasiko, Izithakazelo, Umlando ngesiZulu. Amaphupho ngesiXhosa: https://iafrika.org/xh

Amaphupho ngenyamazane

Uma uphupha ubona inyamazane ngokujwayelekile kuwuphawu olubi. Ukuyibulala noma ukuyizingela kusho ukuthi uzolahlekelwa okusemqoka maduze – okungaba ngisho umsebenzi wakho. Isikhathi esiningi kusho ukuthi uzohlangabezana nempikiswano enkulu nomunye umuntu khona maduze. iAfrikaAmaphupho, Amasiko, Izithakazelo, Umlando ngesiZulu. Amaphupho ngesiXhosa: https://iafrika.org/xh