Amaphupho ngesihlahla

Ukuphuha isihlahla noma izihhlahla (ihlathi) kungasho izinto eziningi. Uma isihlahla sisikhulu namagatsha amaningi- kusho ukuthi uyoba nempilo enokujabula nekhaya elikhulu. Uma isihlahla siluhlaza noma ubona izihlahla eziningi- kusho ukuthi uyojabula futhi ubenenhlanhla. Uma ugibela isihlahla- kusho ukuthi uyothola umsebenzi omusha futhi ongcono. Uma uwa esihlahleni-kodwa uzobhekana nenkinga emsebenzini. Uma isihlahla sigawuliwe-¬†uzobhekana nokulahlekelwa okukhulu maduze. Uma … Read more