Uma uphupha ubona inyoka eluhlaza enkulu kusho ukuthi kunesitha esifuna ukukulimaza. Kungenzeka sibe ngisho ngaphakathi emndenini wakho.
- Amaphupho ngenyoka ensundu.
- Amaphupho ngenyoka emnyama enebala elimhlophe.
- Amaphupho ngenyoka.
Uma uphupha ubona inyoka eluhlaza enkulu kusho ukuthi kunesitha esifuna ukukulimaza. Kungenzeka sibe ngisho ngaphakathi emndenini wakho.
Ndiphuphe iinyoka ezi luhlaza ezininzi but ndithe xandiozi galela amanzi abilileyo ndiafika sezi ngekho litsho ukuthini Eli phupho?
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyoka
Ngiphuphe inyoka ekuhlaza ingijaha ngagcina ngidakhele yangangithola ngabe kushoni lokhu?
Ngiyabingelela .ngiphuphe inyoka egreen enesisu esiyellow zihamba zinbili .zinde zinkhulu.ziphuma endlini Yami mina ngidluka ngemoto .but bezingenalo ulaja .ngazilinda zadlula .ziye zangibuka zadlula
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyoka
Sanibona.
Ngicela ichazelo ngaleliphupho.
Kade ngisehlathini nomuntu engizwana naye(owesifazane), ngilokhu ngimukhuza ukuthi asiphume kuleli hlathi kodwa engangilaleli kuthe kusenjalo ngimukhuze ngenyoka egqamukayo angazibe igcine imuluma. Ithe iqeda kumuluma wayibamba wayibhekisa phezulu wayikhombisa mina…. Ngabe lisho ukuthini leliphupho?
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngehlathi
Ngiphuphe inyoka ihamba phambi kwami nabantu ebengihamba nabo ibimithi lenyoka. Ize yashaywa omunye ebengihamba naye yase iyafa, wase ethi imithi lenyoka.
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngenyoka
Ngiphupha izinyoka enye beyi Purple nobuyellow engathi esesihlahleni enye iluhlaza nobumhlophe angathi iphezu kwekhanda lami. Kule phupho kukhona umzala wami osaphila nowashona angathi ngiyababuza ukuthi le esesihlahleni isuswa kanjani besengicela nokuthi basuse nale esekhanda lami ngempela umzala wami lo wadlula emhlabeni ayisuse. Bengicela ukubuza ukuthi ngabe kusho ukuthini ?
Cofa lapha ukuthola impendulo Ukuphupha abantu abangasekho emhlabeni
Ngiphuphe kungena inyoka emnyama emotweni,ngathi uma ngiyixosha ngabona enye ekuhlaza yona izihlalele nje emotweni,ngathi mangiyixosha yona yavele yangidukela yanyamalala,ngathi uma ngibuka phandle le emnyama isabhizi izama indlela yokungena futhi
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngemoto
Ukuphupha inyoka efileyo
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngenyoka
Ukuphupha inyoka ehlaza ende ikulwisa sathi uyabaleka ikulandele
Cofa lapha ukuthola incazelo https://iafrika.org/amaphupho-ngokulwa/
https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka/
Nami Ngivuke Nalelophupho Namuhla Liyafana Ncamashi Ngabe Lisho Ukuthini?
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngenyoka
Molweni ndivuke ne phupho ele nyoka ezinitsi inga lisho ukuthi n mina ngihlobene ne nyoka ndingumajola
Hello
Ngiphuphe inyoka eluhlaza. Iqala yevela ngathi incane kodwa mase sesibukisisa yavele yaba yinge kusenjalo yashintsa yaba nobuso bomuntu… Ithi itshele into oyifisayo izokwenzala
Sanibonani, ngiphuphe ofezela behla kwi ceiling… Bangishaya esandleni saka right…
Kulenkundla sesinengosi entsha sha! Lengosi izeka konke okumayelana nokwelapha ngokwesintu. Siqale ngesonto eledlule sakuthi phohlo ngesihloko sokuqala sokwendlalela, bheka lapha: https://iafrika.org/abelaphi-ngokuhlukana-kwabo/ Ezinsukwini ezingengaki sizokunika ulwazi olunzulu mayelana nokwelapha ukuphathwa yisisu, step by step.
Ngiphuphe I cobra emnyana ne nyoka e green ephupheni elilodwa
Thola ulwazi lapha ngokuphupha ngenyoka emnyama: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka-emnyama-enebala-elimhlophe/
Kusho ukuthini ukuphupha inyoka ekuhlaza encane ifile, bese kubakhon engath iyellow engithe ngzam kuysusa yangluma, zombili lezinyok ngathi ngizibona e toilet
Nalu ulwazi esinalo ngokuphupha ngezinyoka ezinhlobonhlobo: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka/
Ngiphuphe inyoka eluhlaza enamabala amnyama ingena endlini