Amaphupho ngenyoka ensundu

Uma uphupha ubona inyoka ensundu nokumhlophe kusho ukuthi amadlozi akuthumelela umbiko wokuthi qaphela noma uphawu lokuthi inhlanhla iyeza maduze.

51 thoughts on “Amaphupho ngenyoka ensundu”

  1. Ngicela usizo ngiphuphe inyoka ezishintsha amabala kodwa ithe mayigibela esihlahleni yajika ya blue ngizamile ukuyishaya yaze yanqamuka phakathi kodwa isaphila
    Ngcela usizo

    Reply
  2. Mna ndiphuphe inyoka ensundu indileqa iphinde ijike izenze iCrocodile iyoleqa inkomo ebimnyama ngebala yaphinda futhi yazijinga yazenza ikat..ndicela nindichaze kahle ukuba lithetha ukuthin eliphupho

    Reply
  3. Mina ngaphupha izinyoka ezimbili encane nenkudlwana zigijima endlini zinombala omnyama nomhlophe qede kwavela umama wami ongasekho sizifuna naye sangasazithola ngoba zangena endaweni ewumgodi okhanyayo ngathi i passage elinogesi. Cela ukubuza lincazani?

    Reply
  4. Ukuphupha inyoka enkuulu isemanzini iliuma umuntu obethi uyazeqela emfuleni? Yamluma igazi labonakala emanzini

    Reply
  5. Hi kusho ukuthini ukuphupha inyoka e brown n white ingemanzini ibonakala isuthi umangiyishaya yabaleka yeza kimi ngajump yadlula

    Reply
  6. Ukuphupha umfana ethi ufaka itolozi (penis) kuwe ezama ukuya ocansini bese ishintsha itolozi I’be inyoka

    Reply
  7. Ninjan
    Ngiphuphe inyoka emnyama ihamba hamba endlini. Ngethuka ngafuna ukuydinga ngangasayibona ngesaba ukulala sayfuna nomuntu wami, qede wathatha wacosha i khethenis ebelisinda ngazathi inyoka izifihle phakathi sazama ukuyfuna ngangaybons ngethuka ngaphaphama. Kungabekuchaza ini lokhu?

    Reply
  8. Ngiphuphe inyoka ensundu enkulu zimbili lenkulu engath ingene kwi secret socks lami ngabizwa umngan ukuba ngizobona lezinyoka ngithe ngiqhamuka yagxuma lebikwi secret socks lami yangiluma isandla kodwa angilimalanga

    Reply
  9. Ngiphuphe izinyoka ezimbili enkulu ebomvu ,iyakhala ngasemnyango ekhishini.inesikhumba ngathi sengane ezelwe ngayishovela ngaphandle ngavala umnyango yatholwa omakhelwane angazibenzeni ngayo.Le enye ifana nenhlanzi igijima phakathi kwe sink uma ngithi ngiyayishaya iyabaleka izubele le nale kodwa ayingilumangahi

    Reply
  10. Cela ukubuza kuchazani ukuphupha inyoka e brown ukujaha ukomunye umuzi uze undize uyekini uthi ungena nayo ibindiza ingena

    Reply
  11. Sanibonani ngicela ukubuza Mina ngiphuohe inyoka e cream white enamabala a brown enkulu igijimisa wonke umuntu obeseduze kwami kodwa Mina azange intense lutho kodwa nami ngigcine sengibaleka ngayibona idonza inyama ebomvu ingena Nayo gaphansi kombhede maqedane yagijimisa wonke umuntu mangisuka lapho ngazibona ngihamba eceleni komfula omkhulu ongahambi onamanzi angancolile futhi awekho clean aphakathi nje nabantu bebakhala babalekela inyoka ngabe lokho kuchazani

    Reply
  12. Ngiphuphe kuvela inyokaengathi ibingzongena emnyango mangithi ngyaphuma yangibamba ngaze ngaphaphama ephushweni

    Reply
  13. Ngiphuphe inyoka emhlophe enonsundu ekhaleni ihleli nomunye uBaba engike ngayozama usizo kuye. Lenyoka uyifihle oplastikini onezimpahla ebengizithengile, ngayibona sengphumile kwakhe, ngalapha iplastiki ngabaleka.

    Reply
  14. ngiphuphe inyoka emnyama enkulu ingikhotha imzimba wonke ikhotha ezintendeni zezandla zami ngabe kuchazani lokhu?ibibonakala ingijabulele futhi ithe uma ingikhotha ngezwa ngath kukhona okusuka emahlombe ami

    Reply
  15. Ngiphuphe inyoka emnyama yangiluma onyaweni kodwa ngaqhubeka ngabaleka. Kwaqhamuka ephuzi indiza kodwa yona ayingenzanga lutho

    Reply
  16. Ndiphuphe ndiglaselwa yinyoka emhlophe nakubhelu ifuna ukundiginya ibindenza ndithyafe ndingakwazi ukubaleka. Bendiyibamba emlonyeni. Xa ndiyibamba ibicumka inloko idlakadla. Ndacela incedo komnye umhakhulu uthe eyibambile waphinda wayilahlela Kum indibambile isenva kwam. Ekugqibeleni iyeyabulawa ngokuyinqumla intloko

    Llichaza ni elephupha

    Reply

Leave a Reply