Amaphupho ngenhlwathi Uma uphupha inhlwathi ikupoqoza kusho ukuthi amadlozi akhuluma nawe. HLUKANISELANAClick to share on WhatsApp (Opens in new window)Click to share on Facebook (Opens in new window)Click to share on Twitter (Opens in new window)Click to email a link to a friend (Opens in new window) Amadlozi Amalobolo Imali Imicimbi yesintu Imifino Imisebenzi Imishado Imithi Inyama Isichitho Izigodi Izilwane Izimbuzi Izindlu Izingubo Izinja Izinkomo Izinyoka Izinyoni Ukudla Ukufa Ukugula Ukuhamba Ukuzwa Umshado
Ngiphuphe inhlwathi enamabala abrown isemanzini emfuleni, yaphuma engathi yandiza yangigoqa la okhalweni sakungidonsa yangena nami emanzini.. ngaphaphama ngisacela ukugoduka Reply
Ukuphupha inhlwathi enokumnyama nokusaphuzi yellow ngivele ngazamaukuyibulala kodwa yavuka yabalela yangena endlini Reply
Nina bendlovu enamandla nina baka Phunga no Mageba nina abeqhawe elathwala inkomo iphila ngiyakhuleka kini Kuchaza ini ukuphupha inhlwathi le engathi imhlophe, enemibala ethi ayibe phuzi ikuhlasela kodwa ingaphumeleli ngivele ngaybaba ikhanda ngakhipha ucelemba nganqamula ekhanda yafa kanjalo kodwa ngithe uma sengqededile ngabona ukuthi kukhon ababenglekelela baybambe umzimba ukuze ingeke ilwe kakhulu yona ngiynqobile Reply
Ngiyiphuphe ngiyibulala ngaynqamula ikhanda umbala wayo bewungathi uba mhlophe inemibala e yellow ngivele ngaynqamula ikhanda kodwa ngibone ngath khona abant bebenglekelela bebambe umzimba wayo ngase ngiynqamula ikhanda Reply
Ngiphuphe inhlwathi enamabala abrown isemanzini emfuleni, yaphuma engathi yandiza yangigoqa la okhalweni sakungidonsa yangena nami emanzini.. ngaphaphama ngisacela ukugoduka
Cofa lapha ukuthola ulwazi Amaphupho ngomfula
Sawubona ngicela usizo
Ngiphuphe amafutha enhlathu nomlilo kuchaza ukuthini
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngomlilo
Ukuphupha ulwa nenhlwathi e yellow nokumhlophe kuchazani
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngokulwa
Ngiphuphe inhlwathi es’hlahleni igwinya ingane
Nalu ulwazi esinalo ngalokhu https://iafrika.org/amaphupho-ngezingane-ezincane/
Ukuphupha inhlwathi enokumnyama nokusaphuzi yellow ngivele ngazamaukuyibulala kodwa yavuka yabalela yangena endlini
Nina bendlovu enamandla nina baka Phunga no Mageba nina abeqhawe elathwala inkomo iphila ngiyakhuleka kini
Kuchaza ini ukuphupha inhlwathi le engathi imhlophe, enemibala ethi ayibe phuzi ikuhlasela kodwa ingaphumeleli ngivele ngaybaba ikhanda ngakhipha ucelemba nganqamula ekhanda yafa kanjalo kodwa ngithe uma sengqededile ngabona ukuthi kukhon ababenglekelela baybambe umzimba ukuze ingeke ilwe kakhulu yona ngiynqobile
Ngiyiphuphe ngiyibulala ngaynqamula ikhanda umbala wayo bewungathi uba mhlophe inemibala e yellow ngivele ngaynqamula ikhanda kodwa ngibone ngath khona abant bebenglekelela bebambe umzimba wayo ngase ngiynqamula ikhanda