Ukuphupha inyoka emnyama enebala elimhlophe ngenzansi yiphupho elimele abadala noma amadlozi, lisho inhlanhla ezokwenzeka emndenini. Kanti ke uma uphupha ushawa inyoka ensundu kusho ulaka lwabadala phecelezi abaphansi.
- Amaphupho ngenyoka ensundu.
- Amaphupho ngenyoka eluhlaza.
- Amaphupho ngenyoka.
Sanibonani ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha inyoka emhlophe ende enamabala amacane abrown Ibiza ngakimi ngashifta kancane yase iyadlula iyazihambela nje
Cofa lapha ukuthola impendulo https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka/
Ngiphuphe ngihleli nabafwethu ababili ngabona imamba emnyama iboshiwe yaphunyula yasijaha ngavuka sisabaleka ngicela ukubuza lichazani
Ukuphupha ufuna ukushaya inyoka ibuye izenze umuntu eku gcineni
Nalu olunye ulwazi esinalo ngokuphupha izinyoka: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka/