Amaphupho ngamadlozi ℹ️ Ulwazi oludalwe umphakathi · Funda isexwayiso Uma uphupha ukuthi ubona amadlozi uzobhekana nenkathazo empilweni wakho maduzane. THUMELA Share on WhatsApp (Opens in new window) WhatsApp Tweet Email a link to a friend (Opens in new window) Email Amadlozi Amalobolo Geza Hamba Imali Imifino Imishado Imithi Inyama Izilwane Izinambuzane Izindlu Izinganekwane Izingubo Izinja Izinkomo Izinyoka Izinyoni Ubisi Ukudla Ukufa Ukulwa Ukuzwa Umshado Uthando
Sanibona Ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ini ubhut omdala walana engithanda khona Uthi ubelele kwa gogo waphupha umamezala wami engena nam khon engibambe ngesandla engisa emSamo wakhona Reply
Sawubna, lokho kungasho ukuthi amakhehla nezalukazi zakulowo muzi ziyakwemukela futhi zikwemukela kahle zikuyisa emsamo emathongeni akhona. Reply
Ngiphuphe ngibanjwe amabhubesi amabili elwa nami,ngawanqoba kodwa ngawaqukula ngayowafaka endlini emsamu othize emzini engiwaziyo ngaphunyuka Reply
Sanibonani mina ngiphuphe ngisesikoleni Sama sosha sengigqoke ne uniform sengizoyalwa kuchazani ngiyabonga Reply
Sawbona ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha usesikoleni osuwaqeda kusona, uthi uyochama etoilet kuvele kuqhamuke inyoka emnyama kwi etoilet ihlale engalweni. Ngithe ngyabonga sengisekhaya ngathi ngyaphupha lenyoka ingibambe kabuhlungu, ngazama ukuthandaza ngaze ngavuka ngayisusa ngamawala yawa phansi yama ama pieces. Le nyoka ibimnyama ngaphansi kungathi igreyish/white ongagqamile. Reply
Sanibona Ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ini ubhut omdala walana engithanda khona Uthi ubelele kwa gogo waphupha umamezala wami engena nam khon engibambe ngesandla engisa emSamo wakhona
Sawubna, lokho kungasho ukuthi amakhehla nezalukazi zakulowo muzi ziyakwemukela futhi zikwemukela kahle zikuyisa emsamo emathongeni akhona.
Ngiphuphe ngibanjwe amabhubesi amabili elwa nami,ngawanqoba kodwa ngawaqukula ngayowafaka endlini emsamu othize emzini engiwaziyo ngaphunyuka
Cofa lapha ukuthola impendulo Amaphupho ngamabhubesi
Kuchazani ukuphupha kuhlatshwe izinkomo ezimbili emhlophe nebovu
Cofa lapha ukuthola incazelo Amaphupho ngenyama yenkomo
Sanibonani mina ngiphuphe ngisesikoleni Sama sosha sengigqoke ne uniform sengizoyalwa kuchazani ngiyabonga
Nanti indaba exoxa ngamaphupho amasosha: https://iafrika.org/amaphupho-ngamasosha/
Sawbona ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha usesikoleni osuwaqeda kusona, uthi uyochama etoilet kuvele kuqhamuke inyoka emnyama kwi etoilet ihlale engalweni. Ngithe ngyabonga sengisekhaya ngathi ngyaphupha lenyoka ingibambe kabuhlungu, ngazama ukuthandaza ngaze ngavuka ngayisusa ngamawala yawa phansi yama ama pieces. Le nyoka ibimnyama ngaphansi kungathi igreyish/white ongagqamile.
Nalu esinalo ngalokho: https://iafrika.org/amaphupho-ngenyoka/