Zihlukene izinto ezichazwa ukuphupha inkomazi, incazelo itholakala ngokuthi inkomazi ibiyenzani ephusheni.
- Uma uphuphe ikujaha lokho kuyibika lokubakhona kwesitha. Uma ikuficile futhi yakulimaza, lokho kuchaza ukuthi sizogcina sikunqobile isitha sakho. Kanti uma iphupho liphetha ngokuthi ingakufici lokho kuhle, kusho ukuthi uyosinqoba isitha sakho.
- Uma uphuphe uyisenga lokho kuhle, kuyisibonakaliso senzalo ozoyithola ekuhambeni kwesikhathi.
- Uma ungumuntu wesifazane uphuphe inkomazi izala lokho kuyibika lokuthi uyobeletha kabi uma usuthola umntwana.
Ndicela incazelo ndiphupha umntu othwele inkomo e brown inegazi isifa kuthetha ukuthini
Ukuphupha uncelisa